thula mntanami story part 8 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.8🐦
[13]VL🐦
Mbuso:-hhayibo ma angibaze ngisho lutho mina ku Palisa bengyomduduza nj
MaCele:-ohh koba kuhle impelake makube njalo
Mbuso:-kahle kahle wena ma yini le ocabanga ukuthi ngishilo vele kuPalisa
MaCele:-lutho ngisayolala vuka uzothatha ukudla kwakho ekhishini
Mbuso:-ngizodla ekuseni angilambanga(wabelala)
[Waphuma no MaCele wayakolala..kushaye o 10 ebusuku uPalisa uyakhala akalele]
Palisa:-kodwa bazali bami lapho nikhona nize ningikhumbule(ekhala)
[Kuphaphame uNdlovu eloke ezwa ngesilikozane nj egumbini ekulele kulo uPalisa..elalelisise kahle]
Ndlovu:-ewu kunzima okwehlela lomntwana kumele ngimphathe njengomzali ngqo(ekhuluma yedwa)
[Esuke eyohlala yedwa edaningi lapho kusebusuku ubhizi ucaba indaba ka Palisa uNdlovu ezefikelwe izinyembezi..kuqhamuke umkakhe]
MaCele:-hawu myeni wami awulele kanti hhayibo kwenzenjan kwangathi uyakhala nj Gatsheni(esondela kuye)
Ndlovu:-mkami ei ukukhala kwalengane kungizwisa ubuhlungu nam mnj
MaCele:-yiphi ingane baba uPalisa?
Ndlovu:-ngabuye kube iyiphi enye esosizini ei ibuhlungu lento yalomntwana eshiwa abazali esemncane kanj
MaCele:-kulungile baba ngizoya kombeka ungahamba uyolala ngoba uyavuka
Ndlovu:-kulungile mkami(ehambe)
[Phela akazi uNdlovu ukuth umkakhe akamthandi uPalisa..esuke uMaCele eqonde egumbini lika Palisa emfice ekhala]
MaCele:-yewena Palisa awulele ulibele ukutetema la ucathi soloke snakana nawe
Palisa:-ngyaxolisa mama uMaCele
MaCele:-angeke nj snake wena esikhundleni sokunaka uBahle ingane yami syezwana
Palisa:-yebo ngyezwa
MaCele:-awuthuleke sfuna ukulala thina mxm
[Wabephuma eyakolala myeni wakhe]
Ndlovu:-unjani kodw mawumbeka uzokwazi ukulala noma ngiyovusa uSbahle eye komlalisa?
MaCele:-ai baba uthe kuzolaleka ngoba ngimtshelile ukuthi akamusa ukucabanga kakhulu
Ndlovu:-ai kulungileke mawusho njalo nami ngisathi ukulala kancane(esho ezumeke)
[Evuke uMaCele enyenye eye esigodlweni sakhe semithi]
MaCele:-ngeke phela sngadlala lomntwana uNdlovu ubhizi unakene naye(wabedonsa imithi)
[Wayidlanganisa eminye ekhuluma kuyona eyishisa]
MaCele:-ngifuna ezwe ngami yonke into engiyishoyo manje uNdlovu..akavuke manj eyodlwengula uPalisa
[Lapho ubhizi umemeza ezinkambeni uMaCele..washo wavuka uNdlovu]
Ndlovu:-Palisa!(ememe esekhumule nezinto zonke uNdlovu)
[Kufike izwi lika gogo kuPalisa..elithi baleka mntana baleke ephaphame uPalisa]
Palisa:-hhayibo ngibaleke(ezitshela ukuthi ubephupha nj)
[Liphind libuy izwi]
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
