thula mntanami story part 9 by : magolide
🐦Thula Mntana🐦
P.9🐦
[13]VL🐦
[Baleka Palisa usengozini..kusho izwi lika gogo]
Palisa:-kodwa nkosi yami ngoneni emhlabeni(ephume ngejubane)
[Ethi engena nj uNdlovu egumbini lika Palisa efice esephumile ememeze]
Ndlovu:-Palisa!!!..(akaqokile nhlobo)
[Kuphaphame uSbahle eyobheka ukuthi kwenzakalani efice ubaba wakhe egumbini lika Palisa]
Bahle:-hhayibo baba kwenzenjani ufunani ekameleni lika Palisa awugqokile nokugqoka sis
[Eshaye ngempama uNdlovu]
Ndlovu:-nguyihlo mina njoba ukhula nami kanje syezwana
Bahle:-yebo baba(ethukile)
Ndlovu:-umekahle kodw nawe Sbahle mntanami sondela lana
[Evele ememeze uSbahle]
Bahle:-Sizani!!!MaCele!!Mbuso!!(esekhala)
[Kungasabeli muntu umbuso ewuzwe umsindo ewuzwela ebuthongweni evuke]
Mbuso:-ei uSbahle ave ephapha izwani nj umsindo asibangela wona usivusa slele(ekhuluma yedwa)
[Evuke eyochama emnyango ethi ephuma nj endlini yakhe ebone kuvuliwe esigodlweni sikaMaCele]
Mbuso:-aibo umama akalele ngani ngale skhathi akengicathame ngilalele kahl
[nangampela ecathame esondele esgodlweni sikamamakhe ethi mayefika eduze ezwe kushwaqa ikhanda]
Mbuso:-hhayibo kwenzakalani la ngasindeka nj mangisondela ngakhona
[Eziqinise esondele ezwe umawakhe ekhuluma]
MaCele:-ngifuna wena Ndlovu myeni wami masuqedile ukulala uPalisa kube uwe obulala noMbuzo indodana yakho
[uMbuso evele emangale ilenkulumo]
MaCele:-ngifuna zonke imali zika MaNkosi zize kumina vele uPalisa ngizombulala ngezami
[Lapho uMbuso lishwaqe kakhulu ikhanda ejuluke ebemanzi te evele equleke..kanti usindwa ukuthi sekuzopha imfene kaMaNkosi]
MaNkosi:-(eshaye ikhwele ebiza imfene yakhe)asambe Madoda syosebenza(washo wayigibela)
[Endlini ubhizi uNdlovu usefuna ukubamba uBahle ngenkani]
Bahle:-uyangilimaza baba aweee sizani uyangilimaza Ndlovu
Ndlovu:-ngeke sthathe iskhathi eside mani(emkhumula emshaya)
[wavele wafaka iminwe yakhe ku Ndlovu wathola ithuba lokubaleka waphuma]
Bahle:-Mbuso cela ungisize bhutiza wami(embeke endlini yakhe engamfici)
[Lapho uBahle intezakhe aziqokile sezidabuke zonke useseli ngephenti]
Bahle:-hawe nkosiyami kanti muphi uMbuso no ma akekho kanye no Palisa kahle kahle kudayiswa ngami lapha ekhaya
[Lapho ukhuluma yedwa nj uyakhala ephume kubo ngejubane ethi uyobabheka kuboka Palisa ehlangane nomunye usisi omuhle nj othi losisi woza ngikusize]
Bahle:-ungisiza ungubani vele wena
[Ephendule losisi ethi nguThando]
Thando:-asibaleke bayeza labantu okunye sokuxoxa ngendlela
Bahle:-kulungile
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
