thula mntanami story part 6 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P..6🐦
[13]VL🐦
Mbuso:-ngizohamba Palisa kulungile esale lomaqinasi onguBahle
Palisa:-kulungile Mbuso akunankinga..hawu Sbahle nawe ungilandelile kanti
Bahle:-yebo uma uthe umasengibuya ngingakushiyi ngibuye nawe sisi
Palisa:-bengizobaryt kodwa nj laph emzini kamama Bahle
Sbahle:-akumele ubewedwa kulesisimo esikwehlele kumele sikweseke
Palisa:-kulungile ngizohamba naweke uma uyibeka kanjalo
[bexoxe kuze kubemnyama uPalisa kanye no Sbahle]
Bahle:-kuzomele sihambe manj njengoba sekuhlwile nj Palisa engaze ethethe uNdlovu
Palisa:-yha +zi unolaka kabi ubana wakho and akaphikiswa akunkani kuyafiwa
[Behleke]
Bahle:-hawu awungixoxele ngobaba wakho ukuthi umuntu onjani ngine sho ufunze yena njoba unenkani kanje
[Evele ebheke phasi uPalisa ekhumbise ukungaphatheki kahle emoyeni]
Bahle:-hawu sisi ngyaxolisa ngabe kukhona okokuphathe kabi engikushilo
Palisa:-khululeka Bahle asambe futhi manje
[Basho baphuma endlini kuboPalisa wakhiya uPalisa]
KaNdlovu
[uMaCele ubhizi ulungisa isidlo sakusihlwa uxoxa nomyeni wakh]
MaCele:-hhayibo baba lezingane kanti azisabuyini ka MaNkosi ngempela nj
Ndlovu:-uMbuso ngicathi uzivalele ngale egumbini lakhe uSbahle kanye Palisa engabazi
MaCele:-bayokufica sekubandake phela ukudla kwabo makunjalo
Ndlovu:-bazozibonela ukuthi bakufudumeza kanjani..ohh kwancono nampa bengena
Bahle:-hawu sesenzeni manje baba sakhona singena ngomnyango nj
Ndlovu:-cha umawenu obekade enibuza mantombazane ngicathi kumele niyomsiza ekhishini
Bahle:-kulungile baba(babebeqondakhona)
Ndlovu:-Palisa ndodakazi..
Palisa:-yebo babuNdlovu(esabela)
Ndlovu:-ngicela usale lapha kancane khona engithanda ukukukhuluma nawe okuncane
Palisa:-kulungile babuNdlovu(washo wahlala phasi)
Ndlovu:-ndodakazi ngike ngakhuluma no mawakho uMaCele savumelana ngokuthi ubuye uzohlala nathi lapha ekhaya
Palisa:-yebo baba
Ndlovu:-number 2 ngubaba wakho yize noma wazi ukuthi angikuzali kodw nguyihlo so engikushoyo ungacela noma ngabe yin oyidingayo ungangisabi angithi syezwana
Palisa:-yebo baba kuyezwakala konke okushoyo
Ndlovu:-yha ungahambake uyolekelela unyoko kale ekhishini beno Bahle
Palisa:-kulungile baba[washo wasukuma]
MaCele:-Palisa mntanami nawe usungapha uzongisiza(ehleka)
Palisa:-yebo mama ubaba othi angizonceda ngapha
MaCele:-udlala ngawe kdw sengiqedile phela ukuphaka la..kodw ngoba usuze wafika kulungile..Bahle awuhambisele ubaba ukudla ngisafuna ukuxoxa no Palisa la
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
