thula mntanami story part 7 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P..7🐦
[13]VL🐦
Bahle:-oky mawami ngizomhambisela manje konje siphi le spuni esithandw ubaba
MaCele:-ohh nasi ngapha mntanami..uphathe nokwakho ukudla khona ngeke usabuya
Bahle:-(ehleke)usuyangixosha njalo[wabethatha ukudla ekuhambisa]
MaCele:-lalela lanake Palisa ndini azikho izinto zamahhala lapha akusikona kini syezwana
Palisa:-kuyezwakala mama uMaCele
MaCele:-good wena njoba ngikuthathile nj ngizokukhulisa ngikuthathe ngoba nakhu ngicelwe unyoko ngenkathi esefa ebona ukuthi uzosala wedw ntandane ndini angith uzwakahle
Palisa:-yebe ngizwa kahle mama
MaCele:-ungathi mama lapha kumina angithi ubonile unyoko ufile wakushiya
Palisa:-yebo(lapho amehlo agcwele izinyembezi)
MaCele:-thathake ukudla engikuthenge ngemali yami uyodla nawe ngoba kusasa ngo 4 makuhamba uNdlovu uyavuka uyawasha
[Wabe ekuthatha uPalisa ukudla wathi uya edani bamumisa]
MaCele:-yeyi wena Palisa ungayithi vu lento engikutshela yona ngoba ngizokuxosha kwami
Palisa:-yebo(wabehamba eya edaningi)
Bahle:-hee ngabe yini le ebekade niyixoxa nino MaCele ekhishini njoba ngixoshiwe mina nj
[Encoko eqhamuke noMaCele nokudla kwakhe]
MaCele:-kahleke nj ukuthanda indaba wena Sbahle ngoba syazi besihlebangan nomntanam uPalisa
Ndlovu:-nami ngiyamthanda lomntwana sizozwana impela ngoba ubukeka ehlonipha
MaCele:-yena ungumntwana olungile ngempela ufunze umawakhe
Bahle:-ohh mina angikaze nginconywe kdw(encokola)
Ndlovu:-ai uyahlonipha nawe we ntombi ka baba(kuhlekwe endlini)
[Lapho uPalisa loke ethuli nj ecabanga amazwi kaMaCele]
Ndlovu:-bhabhayini ngane zami ngisayolala ngyavuka kusasa..Sbahle ukhombise uPalisa igumbi azolala kulo
Bahle:-kulungile baba ngizombonisa..
MaCele:-uMbuso ubhuti wenu akadlini yena namhlanje kade ngikuphakile ukudla kwakhe
Bahle:-wee ngisho engangadla uhambe engidelele kabi loyo kade ngimfica kubo Palisa
MaCele hhayibo phela ingane yami naye kumele adle hawa
Bahle:-wothi ngyombheka endlini yakhe..pakithi ubhutiza uyadelela kodw naye
MaCele:-kulungile uzoya kobhekwa yimina umfana wami
[Wabesukuma waqonda endlini yakhe wanokha]
Mbuso:-ubani loyo ngilele mina manje
MaCele:-vula Mbuso yimina unyoko hawu
[Wavula umbuso]
Mbuso:-mama yini oyifuna endlini yami kodw ngoba ngilele nj manj isebusuku
MaCele:-umtsheleni kade ukubo khona into omtshele yono
Mbuso:-manje ma ucathi ngyabhula ngifana naweni usho bani vele ukhuluma ngan
MaCele:-ngizokusakaza ngempama ungenza islima utheni kulomntwana uPalisa
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
