thula mntanami story part 5 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.5🐦
[13]VL🐦
Prev..on
[uMaCele kanye no Palisa besuke esbhedlela bephinde emumva kwa Ndlovu bethi befika nj elubeke udaba uMaCele ukuth uMaNkosi akasekho]
Bahle:-mama phela ekuseni nino Palisa niphume senigijima laph ngabe kwenzakalani
MaCele:-(ekhale kuqala)uMaNkosi usesishiyile emhlabeni
Ndlovu:-ini uMaNkosi umama walomntwana(ekhomba uPalisa)
MaNkosi:-yena yedwa nj myeni wami ewu kulikhuni emhlabeni
Bahle:-Palisa ngabe umamakho ukewagulani ngaphambi kokuba eyemsebenzini
Palisa:-cha ubengenalutho(ekhale)ngisacela ukuhamba
[Ebephuma eyakubo uPalisa]
Mbuso:-ohh oky mama selize laphumelela icebo lakho lokuthi umbulale umaka Palisa?
[Kukhuze uNdlovu]
Ndlovu:-kahle wena Mbuso ukhuluma kanjani mawukhuluma kanj nonyoko
Mbuso:-ngyaxolisa baba angiqondile ukuba luhlaza kodw umama uyalazi iqiniso
[Washo waphuma walandela uPalisa]
Bahle:-sorry mama uMbuso ukhulunyiswa ukuphatheka kabi nj lamazwi awashoyo
Ndlovu:-kona unephutha impela lomfani mayedelela kanje ncese mkami
MaCele:-kulungile akunankinga ngyamthethelela nam uMbuso ngyamazi uzalwa yim
[Wabekhala ecamela kumyeni wakhe]
Ndlovu:-musa ukukhala mkami kuzodlula konke ngyazi kunzima
[emhlikihla emhlane]
KaMaNkosi
[Ethi engena nj uPalisa kubo kube kungena no Mbuso]
Mbuso:-Palisa!!.Palisa!!.(ememeza)ngabe khona okwaziyo ngomamakho
Palisa:-uyahlanyani Mbuso(esho ngolaka)ubona ukuthi ngabe kukhona engikwaziyo noma uzongidelela
Mbuso:-cha angiqondile ukukudelela Palisa kepha ngifuna ukukusiza
Palisa:-ungisiza ngokuthi ubone ngazuthi khona engikwaziyo ngokushiwa umama
Mbuso:-No angasho kanjalo mft ukuthi nj..(wazibamba)
[ubuye nomqondo kuPalisa ukuthi uboneni izolo]
Palisa:-Mbuso khona engikubonile namhlanj ekuseni entathakuso
Mbuso:-ngabe yini le oyibonile(esho elalelisise kahle)
Palisa:-khona umuntu obekade elapha ekhaya obekade egibele imfene ufike wachela umuzi wonke maqede wamba umgodi esangweni
Mbuso:-uyena kanyeke lomuntu obenesandla ekushoneni kuka mamakho
Palisa:-ukwazi kanjani loko wena?
Mbuso:-ngaphambi kokuba ngikuphendule awubonanga noma bekungo wesilisa nom isimame loyomuntu
Palisa:-ubebukeka ngazuthi umuntu wes..(kuvele kungene uSbahle)
Mbuso:-ufunani wena Bahle laph
Sbahle:-aibo ngizobheka uPalisa yimi engabe ngibuza wena ukuthi ufunani lapha
Palisa:-anikahleni guys nobabili ngicela ningiphumele ngidinga kushawa umoya ngedw
Sbahle:-ngyaxolisa mngani ukuthi nangu ophaphayo nj
Mbuso:-ngzohamba
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
