thula mntanami story part 49 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.49🐦
[16]VL🐦
[esho eyisuse imonto ebheke esbhedlela uPalisa ehamba noMbuso kanye no Lihle]
Palisa>ngizikwenzenjani ngalabantu ngibashiye esbhedlela kdw futhi uma kwenzeka ezwa uZulu kuthi basesbhedlela efike ezoqedelela uMbuso
[Lapho ukhuluma yedwa emontweni usho uyayivuthele ihambe ize iyongena esbhedlela imonto edilike uPalisa emontweni ethi ukudla amathambo engqondo]
Palisa>yea izosebenza lento engiyichabangayo wothi ngizame
[Ebengena ngaphakathi esbhedlela wahlangana nomunye udokotela wesimame ekuthiwa u Dr Sbiya wamuvimba]
Palisa>dokotela ngicela usizo lwakho kuyaphuthuma manje mnje
Dr Sbiya>usizwa ngani wesisi omncane??
Palisa>kunabantu ababili abadubulekile laphana emontweni ym ngaphandle
Dr Sbiya>oky oky wothi ngithi abaphuthume ne stresh beyobathatha ngokushesha
[Wathi uyamemeza ucele usizo u Dr Sbiya kozakwabo wamuvimba uPalisa]
Palisa>cha angibadingi laba abanye ngidinga wena wedwa
Dr Sbiya>kanjani?..(bamvala esakhuluma)
Palisa>ngicela usebenzisane nami(emnikeza imali)
Dr Sbiya>Sbiya nansi ingane ingijwayela kabi bo angisiyo leyonhlobo yomuntu futhi angidinge mali yakho nx
Palisa>ohh udidwa ukuthi ngyakucela(eveze isbhamu)kukuwe mawuhluleka ukusebenza nam ngizofuna imininingwane yakho ngithole ukuthi uhlalaphi ngyoqeda ngawo wonke umndeni wakho
Dr Sbiya>ok ok ungafaki umndeni wami kulento ngizosebenza nawe
Palisa>akushesheke angifuni beze befe labantu abasemontweni
Dr Sbiya>kulungile ithi ngiphuthume ngitholo konke okuzobasiza sizosebenzela kuphi
Palisa>kwami khululeka ngizokuholela imali eyanele mawusebenza kahle
Dr Sbiya>oky(wabephuthuma wathatha yonke into esbhedlela azoyidinga ukusiza uMbuso noLihle)
Palisa>sekulunge yonke into sesngahamba?
Dr Sbiya>yea ngicathi kuphelele asambe(lapho usho uyaqhaqhazela)
[Beyishaye izule imonto ibheke kaPalisa udokotela ubhizi khona khona lapha emontweni ulapha labantu ubakhipha nenhlamvu]
KaZikhali🐦
[uThando uhlezi nomana wakhe bayazixoxela bobabili]
Thando>ngyathembisa mawami asoze ngakuvumela ukuthi ulimale ngohlezi ngikuvikela
MakaThando>kuyangijabulisa ukuzwa lawo mazwi kdw kungiphatha kabuhlungu ukuthi usaphila ngamagazi abantu
Thando>ei ngyafisa impela ukuguquka nami mama manje asilawuleki neze lesilwane esphila kimi
MakaThando>kumele ngizame umuntu ozosixhumanisa nalabefundisi abakhulu
Thando>kunganjani ngimqonde ngqo uLusifa ngikhulume naye konke engingasakufun
MakaThando>ungalinge uzame mntanami uzokubulala loyo
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
