thula mntanami story part 50 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.50🐦
[16]VL🐦
Thando>kona uqinisile ma uyovele engibulale qobo mayengezwa ukuthi ngifuna ukuyeka ukumsebenzela
MakaThando>ngizoloko ngizama nj kancane kancane ukukusiza koze kulunge
Thando>asithembe kanjalo ma...ma ngyabonga kakhulu ukungibekezelela njoba ngikulesisimo nj
MakaThando>awukho umgqomo wokulahla ingane soze ngakulahla wumntanami wena
[uThando esondele kumawakhe emhlage esho ekhale uThando]
Thando>ngiyakuthanda kakhulu mawami ngisho kungathiwa ngifa namhlanje soze ngikukhohlwe
MakaThando>ngyakuthanda nam Nothando kdw phela musa ukhuluma indaba zokufa hau
Thando>mama sekuseduze ukufa kwami ngizwa igazi lami liyangishiya nj(ekhale)
MakaThando>angikwazi ukulahlekelwa uwena Thando ungakhulumi kanjalo
[uthe esaxoxa uThando nomama wakhe wavele wabona uMsizi uThando]
Msizi(epoka)Thando sisi wami uhambe uqaphele ithuna lakho selimbiwe ithuna lakho selimbiwe
Thando>Limbiwa obani(ekhala esethukile)khuluma nami
[Exakeke uMakaThando]
MakaThando>aibo Thando kwenzenjani ukhuluma nobani yini embiwe mnje?(edidekile)
Msizi>igazi labantu owababulala seliyakhuma manje uhambe uqaphele sisi wami(wabenyamalala)
Thando>ima musukungishiya phela(ekhale kakhulu)
MakaThando>akhomuntu nj la Thando ukhuluma nobani vele?
Thando>kade lapha mama ngimbonile
MakaThando>ubani??
Thando>mangishona namhlanje uthule ungakhali impilo yami isimfishane ithombe zami yizo oyongikhumbula ngazo
[Egwinye amathe engaqedi uMakaThando sekwehla nezinyembezi....lapho uPalisa uyigxoba ngempela imonto]
Dr Sbiya>kade sihamba kanti asifiki laph esiyakhona wengana
Palisa>igama lami ngu Palisa sisi omdala angifuni lento yokuloko ungibiza ngengane ngoba izonginyanyisa
Dr Sbiya>bengalazi phela igama lakho nje Palisa kumamaphi la esiyakhona
Palisa>khululeka sesiyafika wena ungu doctor bani vele?
Dr Sbiya>ngu Dr Sbiya mina Palisa
Palisa>ohh bazosinda kdw labobantu Dr Sbiya mawucabanga?
Dr Sbiya>yah ithemba likhona njengoba sengibakhiphe nezinhlamvu nje ebekade zizoba yingozi kubona
Palisa>kwakuhleke ukuzwa loko dokotela wami
Dr Sbiya>yea
[Ihambe imonto ize iyongena kaPalisa ithi ingena nj befice uBahle eseme emnyango ifike ipake bedilike]
Bahle>uMbuso ungijwayela kabi why engangitshelanga ukuthi uzohamba nawe sisi Palisa
Palisa>ngicela wehlise umoya sisi Bahle uMbuso okwamanje akekho ryt
Bahle>ayibo unani(ethuke)
Dr Sbiya>cela ningisize ngaphasdilize labantu emontweni ukuze ngizobalapha kahle
[Besho bebadilize]
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
