thula mntanami story part 48 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.48🐦
[16]VL🐦
[Bahamba naye babe beyongena kubo Andile bathe befika nje baqonda kugogo ka Andile bamshiya emontweni uLihle esaquleki njoba eshawe ngesbhamu nj]
Mbuso>gogo njoba sasishilo nje ngosuku esafika ngalo napha ekhaya ukuthi sohamba ekuseni nj sesicabanga ukuhamba impela
Gogo>ohh bamntabami bekumnandi ukuhlala nani buka nj seningithengele ne glosa ekubeni kade ngazi nokuthi sodlani no Andile
Palisa>ngicela ubambe lapha gogo ngyathemba loku kuzoninceda no Andile
[Ebakhiphela imali ebapha imali]
Gogo>kdw Palisa mntanami(eshawa amahloni okuyithatha ugogo)
Palisa>ai ithathe gogo(emnike)
Gogo>ngyabonga bantabami(eyithathe)
[Lapho u Andile uthuli uphatheke kabuhlungu ngokuthi sebeyahamba]
Mbuso>mnganami iyophinde ibonane ngelinye ilanga makwenzeka
Andile>(ekhale mi)nami ngihamba nani ningangishiyi ngisayoqoqa intezami
Gogo>Andile awuyindawo wena hlalaphansi
Mbuso>soyobuye sikuvakashele futhi mnganami ngelinye ilanga yezwa Palisa valelisa ku Andile sambe
Palisa>see you next time brother (emhage)
Andile>Palisa my one and only ngizokukhumbula iwill never forget you nawe brazo(ekhala)
Palisa>sesihembe gogo bhabhayini
[Babe bephuma bangena emontweni bathe besanda kuphuma nje yasho inhlamvu qho qho]
Mbuso>ayibo ubani lo osdubulayo manje(ebuza uPalisa)
[Kanti uMageba ubalandelile]
Palisa>kubukeka sengathi uZulu lo(edonse isbhamu nawe)
[Eyigxobe kakhulu uMbuso imonto no Zulu ebela ngeyakho lapho uyadubula no Palisa uphindisela]
Mbuso>(ememeza)Palisa ungalimali lapho ube washi
[Lapho uyigxoba ngempela imonto uMbuso..wavele wayihlaba emhlani uZulu inhlamvu kuMbuso wadedela esteringi]
Palisa>Mbuso Mbuso!!(ebona ukuthi usedubulekile waphuthuma esteringini)
[uthe esibamba isteringi u Palisa wayijikisa ngokukhulu ukushesha imonto yabheka ngqo kweyaZulu]
Palisa>vele isiphelile indaba yami sengyafana nosefile
[Wabeqonda ngqo emontweni kaZulu ngale abahamba ngayo noZulu weza ngqo]
Zulu>zisangene yini lezingane(ebona ukuthi ziza ngqo ngemonto kweyakhe)
[Wabedakhisa eyakhe uthe edakha nje wabeyoshayisa itekisi kwashashona inqwaba yabantu abasetekisini]
[Wabemisa imonto uPalisa efuna ukubona uZulu ukuthi ushonileni noma usindile ukuze emqedele]
Palisa>shit bengaqondile ukuthi kufe inqwaba engaka yabantu yazi
[Waphuma emontweni wayobona uZulu uthe efika lapho kwenzeke khona igozi uZulu akekho ugxume ngenkathi ebona izoshayisa imonto]
Palisa>shit ayikho lenja le(wabalek wayongen emontwen)
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
