thula mntanami story part 47 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.47🐦
[16]VL🐦
[Wayishaya imonto yazula ebheke kwaZulu uPalisa washiya uMbuso ehlezi nogogo ka Andile]
Mbuso>ngisathi ukuya kogeza ubuso kancane gogo ngale endlini
Gogo>kulungile mfana wami akunankinga ungakhululeka
[Mbuso>washo waphuma eya kulendlu abalala kuyo uthe efika nje wafica igubo lezi abekade zigqokwe uPalisa]
Mbuso>aibo uPalisa efika nj lapha ngabe useyabonabona yini
[Ekhuluma yedwa]
Mbuso>usengaze eshintshe pho mayeya estolo
[Ebuyise umqondo uMbuso]
Mbuso>hhayi hhayi no ngabe yilento engicabangayo uPalisa engaya empini yedwa engishiye
[Wabedonsa isbhamu phasi komcamele elandela uPalisa kuyiwa kaZulu lapho uPalisa usefikile upake ngasenhla imonto]
Palisa>elamanqamu namhlanje babuZulu
[Wabedonsa isbhamu wasikhokha wadilika emontweni esesiphethe ngesandla wayongena kaZulu uthe fika nje uZulu uzihlalele emnyango no gogo kanye noLihle wabeskhomba kubona]
Zulu>shit(wathi udonsa isbhamu sakhe sawa phasi wabamba ugogo wambalekisa)
[Wathi uLihle uzama ukucosha lesbhamu esiwe kubaba wakhe..washaya uPalisa qho..qho wawaphasi uLihle]
Palisa>maynazi 1(wabedlula)Mageba phuma lapho endleni
Zulu>yini oyifuna kumina wena ngane njoba uzosidubulela egcekeni nj
Palisa>wawu mbulalelani uGam'over hheeee??
[lapho uMagebe ubhizi upequlula ekameleni lika Palisa ubheka isbhamu sikaPalisa lutho ukusitho]
Zulu>gogo ukuze ungazolimala ngena la ku odrop ngibone ukuthi ngisilungisa kanjani lesimo ngoba zifuna mina lezingane
[Wabengena ugogo ku odrop ecasha maqede waphuma ngewindi uZulu lapho akaphethe sbhamu ufuna khona bezolandela yena kusinde ugogo]
Zulu>sengingapha angithi nifuna mina ngingaphake
Palisa>oky asibone uphetheni
[Wabevuthela ngenhlamvu washaya egxalabeni kuMageba wabona ukuthi akudlalwa uZulu wadla phasi...wamjaha uPalisa]
[uthe esamjaha wafikela yizwi lika mama wakhe lithi akajahwa umuntu esebaleka]
Palisa>wabenxapha wajika(wamemeza)iyophinde ibonane weZulu ayikapheli(ejika)
Zulu>ayiphelile vele iyoqedwa yithuna le eniyiqalayo ngyathembisa ngaloko
[uPalisa ephindele kaZulu uthe efika uLihle akasekho la abemdubulele khona]
Palisa>sekuvuke kwashonaphi lokhu ebekade kulele lapha
Lihle>ngingapha(emkhombe ngesbhamu)
[Wathu uyadubula uLihle kantu uMbuso usengaphakathi kwaZulu washaya ngedunu sesbhamu kuLihle wawaphasi]
Palisa>Mbuso waze ngani ukuthi ngila?
Mbuso>asithathe lentombazane sambe nayo khona sokwazi ukuthola loZulu
[Babe bemthatha bahamb naye bamfaka emontweni]...
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
