thula mntanami story part 46 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.46🐦
[16]VL🐦
Palisa>Mbuso!!..Mbuso(emnyakazisa emvusa)
Mbuso>wasu ngivuka ngolaka olungaka kwenzenjani manje?
Palisa>asizelanga ukuzolala la khumbula ukusuka kwethu emakhaya sisukeleni
Mbuso>ojha ngiyakuzwa but asina plani manje walomuntu njoba sekusile nj
Palisa>uphinde wafika kumina umalume ngephupho ekhala izinyembezi
Mbuso>yini ufike wathini vele??
Palisa>bekuyena lomuntu obekade simfuna ubenamanga mayethi ungumfundisi
Mbuso>demed ngyaxolisa ukuthi nj bekungelula ukuthi sdubule umuntu esingenayo isho ukuthi uyenan
Palisa>yha ngyakuzwa kona futhi uqinisile ngaloko
[Bathe besaxoxa nj bezwa ngo Andile esememeza]
Andile>nqoo nqoo ye brazo vukani senilenzile itiye lizoze bande
Mbuso>khululeka mnganami syeza mnje ngalapho sesivukile
Palisa>(ehleke)ey savelelwa ilomngani wakho awuhambe uyekuye ngisandlula mina la
Mbuso>asazi ngoba wena uyakufuna(emhleka)
[Ephume uMbuso ethi ephuma uAndile ubalinde emnyango]
Andile>haa brazo ubuleli nalomuntu lo(eshuPalisa)
Mbuso>cha mnganami bengileli phasi mina yena eleli embedeni
Andile>oky usevukile yena?
Mbuso>ya uyeza manj ngiyabuya ngisayobingelela ugogo ngale
Andile>cela ungikhumbuze igama lakhe kuqala brazo
Mbuso>olibuza kuyena uzophuma manje lapho uthanda isngisi kdw loyomuntu(eshehambe)
Andile>oky(esale elinde uPalisa)
[Esho ephume uPalisa endlini]
Andile>Morning
Palisa>Morning Andile(eshedlula)
Andile>ngicela ukubuza
Palisa>(ephenduke eme)yes ungabuza Andile
Andile>where is your name liyangikhohlwa yazi
[Evele ehluleke ukuzibamba uPalisa emhleke]
Palisa>where is my nami?(ebuzisisa)
Andile>yes lingikhohlwa igama lakho yazi
Palisa>ngu Palisa mina(usho uyahleka)
Andile>oky ngyabonga Pali Pali(ehleka yedwa)
[Ehambe uPalisa efike engene endlini la kuhlezi khona ugogo no Mbuso efice bedla]
Palisa>sawubona gogo
Gogo>yebo unjani mntanami
Palisa>ngikahle gogo ngabe ulale kanjanj?
Gogo>kulaleke kahle..nakhu ukudla kwakho etafuleni
Palisa>ngyazibongela gogo wami kdw ngisafuna ukuthi shwi esitolo
Gogo>kulungile mntanami
Palisa>cela ungiboleke okhiye bemonto Mbuso
Mbuso>baphezu kombede ngingahamba nawe?
Palisa>cha ngyabonga ngizoba ryt ngihamba ngedwa.
Mbuso>kulungile mawusho kanjalo
[Wabephuma uPalisa wangena kulendlu akade beleli kuyo wagqoka iblukwe elimnyama nejakhethi emnya wafaka amaglabs wathukhiye wadonsa isbhamu wabephuma ngemonto]
Palisa>angizile ukuzokwakha ubuhlobo phela lapha egoli
[Ekhuluma yedwa]
Palisa>akufiwe
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
