thula mntanami story part 45 by : magolide



thula mntanami story part 45 by : magolide


thula mntanami story part 45 by : magolide 

 🐦Thula Mntanami🐦

                P.45🐦

                  [16]VL🐦


Zulu>yazi angiphethe sbhamu mina Lihle lapha bengalindele nj nokuthi kungakhona abantu abangizingelayo


Lihle>senzanjanike maku nje Mageba ngoba kushubile phela manj


Zulu>asibleke lapha sbone ukuthi izokwenzenjani yona lemonto eslandelayo


[Nangampela beyimise imonto yabo oZulu idlule eyiPalisa ipake ngaphambi koMageba ngenkathi idlula ebone ukuthi ingane lezi uZulu]


Zulu>ei sengifile uvalo yazi kanti ingane encane lezi eziloke zisilandela mhlampe zidinga usizo


[Edilike emontweni eye koPalisa esale emontweni uLihle]


Lihle>noma ngathiwa ingane uqaphele ngempela baba

Palisa>nangu eza kuthina lomuntu ngyamshaya Mbuso(edonse isbhamu)


Mbuso>cha ungaqali udubule Palisa kumele sitholisise kuqala ukuthi uyeni lomuntu esimfuna


Palisa>ushilo nje u Andile ukuthi uyena kanti unjan Mbuso


Mbuso>wena ungathemba u Andile angithi ubonile ukuthi akekho ryt kahle loyamfana ekhanda


Palisa>oh(wabefihla isbhamu)


[Esebona uZulu eseseduze]


Zulu>yeyina zingane kade nginibuka ningilandela loko ngiphume ekhaya nifunani


Mbuso>syaxolisa bhuti ngaloko ngabe uwe ubaba uMageba??


Zulu>cha cha ngu Pastor Dlomo mina angimazi nokumazi lomuntu enimfunayo


Mbuso>eish sorry babumfundisi besicabanga ukuthi unguZulu


[Babe bedumisa imonto bephinda emumva kuboka Andile..wangena emontweni yakhe noZulu]


Lihle>bebethini Mageba


Zulu>shayimonto sqhubeke nendlela bebethi bafuna mina ipela ngaziphika


Lihle>kuzomele ube wash Gebas mhlampe bebethunyiwe nj labantu


Zulu>aisuka ingane encane leziya zihambe zithithizela


Lihle>mawucabanga njoba uthi ingane encane bebefunani kuwe uyabazin nj futh


Zulu>ai angibazi nhlobo


Lihle>yabonake into engikhuluma ngayo


Zulu>khululeka ngisaziyifakela amehlo lendaba ungathuki


[uPalisa behambe beze beyongena kubo Andile bepake imonto bedilike bengene endlini lapho kusebusuku]


Mbuso>yabonake cishe wadubula umuntu owrong ngalokutatazela kwakho

Palisa>ai asazi noma akusiye ngempela what ubeqamba amanga loyamuntu


Mbuso>engavele eqambe amanga engasazi nokusazi wazi ngani ukuthi besifunani kuye


Palisa>ai ake ngivele ngizithulele ngilale ayikho lento(lapho liyamtshela igazi ukuthi ngathi uye lo abamyekile)


[Bathe sebezumekile nje uPalisa noMbuso uPalisa wafikalwa umalume wakhe ngephupho]


Gam'over>kodw Palisa niyenza kanjani intenjena mshana?


Palisa>ukhuluma ngani umalume?


Gam'over>nimyeka kanjani lomuntu senifikile kuye nivume eniqambele amanga eziphike


[Belale kuze kuse ngakusasa]🐦 

         for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×