thula mntanami story part 44 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.44🐦
[16]VL🐦
Prev..on🐦
Mbuso>Palisa ngicela ungiboleke ikhiye zemonto sithi shwi estolo no Andile
Palisa>oryt[emika]
Mbuso>danki..asbangeneke Andile(bebe bengena emontweni)
[Esale uPalisa no gogo ka Andile]
Gogo>asingene endlini mntanami ukuze uzodlala phasi uphumule
[Bengene ngaphakathe behlale ebhentshini]
Gogo>ubenganihluphi nje uAndile njoba benigibele naye emontweni
Palisa>cha cha gogo lutho akabaze ehluphe nakancane kungani ubuza
Gogo>yingoba ngyamazi empeleni wayehlakaniphile umfana wam efundela ukuba udokotela abantu basukwa umona bamu loya umfana wami
Palisa>umhm kwakubike ukuzwa loko phephisa gogo
Gogo>angazi ngempela mangingafa engaba yini ngoba sesiphila ngale mali yami yempesheni
Palisa>ewu kwabuhlunguke ukuzwa loko kdw konke asikubeke kumdali
[Bethi besazixoxela bezwe isuduma emanyango imont]
Gogo>baze basheshake ukubuya bo mina nengabalindele mnje
[Besho bengene endlini noPlastiki iqwaba]
Gogo>gogo senihambe nabuya njalo
Mbuso>awu sesibuyile gogo sengithe ukuthenga nezinto ezimbalwa estolo
Gogo>hawu syabonga..igilosa yonke phela le..Andile cela uyobeka amanzi etiye
Andile>oky gogo woza brazo uzongisiza(ebiza uMbuso)
Gogo>(ethethe)ngithuma wena nje Andile
Palisa>ai sebejwayelene gogo bayeke behambe bobabili
[Belandelane beye ekhishi]
Andile>ubonile iyangikhulumela intombi yakho makengithethisa ugogo mshuthi iyangifuna nayo
[Lapho ukhuluma nje use onise isitofu ngapha ufaka amanzi eketeleni lagesi usefuna ukulibeka estofini ekhuze uMbuso]
Mbuso>hhayi mnganami ungalibeki estofini leloketolo
Andile>eish besengikhohliwe mft ungamtsheli loyamuntu(esho uPalisa)
Mbuso>khululeka mnganami
[Benze itiye beqede kudliwe kubemnandi behlale kuze kuhlwe bezixoxela]
Palisa>ai sisacela ukuyolala mnje gogo isiyobonana ekuseni
Gogo>nilale kahleke bantabami
[Bebe bephuma bengene kulendlu ekuthiwa bazolala kuyo vele u Andile balala endlini eyodwa nogogo wakhe bahlala kulendlu bekale ukuthi kulala ugogo]
Mbuso>ai slele lesalukazi sakho manje asambe syobheka lenja ewuZulu
Palisa>sekuyiskhathi(bengene emontweni)
[Kukhokhwe ibhamu ibe iphuma imonto bathe sebezofika ngakaZulu wabephuma ngemonto yakhe ehamba no Lihle]
Mbuso>senzenjani ngathi uye lo ophuma ngemonto
Palisa>asimlandele ngemumva
[Basho bamlandela iskhathi eside]
Zulu>aibo Lihle kwenzenjani kwangathi ilandela thina nj lemonto engemumva
Lihle>nami ngibuka yona awusphethe isbhamu sakho ngicuphe ngaso
Iyaqhubek🐦
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
