thula mntanami story part 43 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.43🐦
[16]VL🐦
Previously on🐦
Palisa>oryt ngiyakuzwa Andile awunankinga vele ukusibonisa kini
Andile>ngeke ngikwazi ngesimo sokuthi syahlupheka mina noma griza wam
Mbuso>kahle mnganami asinankinga nosizi lakini scela ukubona ugogo wakho
Andile>oryt brazo ngizonibonisa kodw ugogo unolaka uzolwa nami ngimfikela nabantu angabazi
Mbuso>khululeka mnganami sokhuluma naye ugogo ngeke ekubhokele
Andile>kulungile asambeni ye mft intombi yakho le enhle kanje
Mbuso>hhayi ntwana umnganami lo akusiyo intombi yami uyamfunani?
Andile>yha ngiyayithanda brazo cela ungifakele yona mft
Mbuso>ai itshele ukuthi uyayithanda izokuqoma yabo yinhle kanjani(ehleka)
Andile>sistera ngyakuthanda mangibona uvalo ngishawa uwena
Palisa>ungalinge ungijwayele kabi we mfana zoku sakaza ngempama yezwa
Mbuso>kahle Palisa hawu..iyakuthanda wena Andile lentombi isaba ukukutshela nj
Andile>ngyayibona nam kodw ifuna ukungishaya nje brazo
Mbuso>ai ngeke ikwenze lutho(ehleke eflathele uAndile)
[Ihambe ize iyongene imonto kubo Andile lapho bahlala ezindlini zodaka ezinye seziyawa]
Andile>ikhonake ekhaya lapha noma ngabe ezodaka nj izindlu
[Bedilike emontweni beme eceleni kwayo]
Palisa>cela usicelele ugogo wakhoke Andile bandla
Andile>awungeke ungakangiqomi usuyangithuma njalo
Mbuso>khululeka mnganami ngizosala ngikushelele cela usibizele ugogo
Andile>ngifuna ukubuya isingiqomileke brazo
Mbuso>khululeka wena mnganami
[Wabegijima eyobiza ugogo wakhe maqede wabuya kuqala]
Andile>uthe uyeza brazo itheni nike intombi yami
Mbuso>khululeka ngizobuye ngikuxoxele nangu ugogo wakho ngisafuna ukuxoxa naye kuqa
[Eqhamuke ugogo]
Palisa>sawubona gogo unjani kdw empilweni
Gogo>ayi syaphila bantabami sngezwa kunina ninjani kdw?
Palisa>ay siyacenga nathi gogo
Goga>ya ngabe ezakuphi lezigwili ezincane kanje ezingivakashele
Palisa>oh mina ngu Palisa uMbuso lo ubhuti wami sifike namhlanj laph egoli sisuka emakhaya
Gogo>ya ngyanizwa nginganinceda ngani ngane zami
[Kuphendule uMbuso]
Mbuso>gogo empeleni sizocela ukufihla ikhanda lapha ekhaya ekusini ngyathembisa sovuka sihambe empeleni sihambe sifuna umfowethu oweza lapha egoli
Gogo>bantabami njoba nibona nje izindlu ziwe zonke lapha ekhaya kodwa nansi enconywana le ephunyelwe ama windi
Mbuso>ayi ikahle kakhulu gogo ayinankinga
Gogo>shuthi yiyo enizoyisebenzisa..Andile awuhambe uyothenga isinkwa senzele obhuti
Mbuso>ngizohamba naye gogo akunankinga ungayigcina imali yakho
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
