thula mntanami story part 42 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.42🐦
[16]VL🐦
[Lapho imonto yoPalisa iyashosholoza ibheke egoli ishayelwa uPalisa]
Mbuso>awushoke Palisa somthola kanjani lomuntu esiyomfuna ngoba asimazi sobabili
Palisa>khululeka u malume wami uzosibonisa konke unga wari brazo
Mbuso>kanjani ngoba phela lomalume wakho sekashona nje
Palisa>resta boy ungakhathazeki unathi ngokomoya
Mbuso>ai ngizwa kahle Palisa osaphenduka i gangster(behleke)
[Ihambe imonto ize iyongena qhatha egoli]
Palisa>kaze soshona ngalaphike njoba lingaka nje negoli lakhona
Mbuso>uthe umalume wakho uzosibonisa indlela nj(emhleke)
Palisa>kahleke phela ukuphapha nawe somthola uZulu wakhona
Mbuso>yabona nj indaba yakho..naya intwana asibize sibuze kuyona
[Ebeyimemeza]
Mbuso>sho mft sacela ukubuza
[Iphendule lentwana ithi yebaba kusegoli la sisebenza ngemali uma udinga usizo]
Mbuso>udakiwe(eveze isbhamu ize lentwana)
[Eyibuze]
Mbuso>ubani igama lakho ndoda
[Iphendule lentwana ngu Andile]
Mbuso>uyayazi le brazo ekuthiwa uZulu?
Andile>waaaaa uqhamukaphi syekhona(ehleka)ukhona umuntu ongamazi uGebas la egoli ngoba uyedwa umshayi wensimbi la egoli owaziwayo
Palisa>ngena emontweni sambe uyoskhombisa kwakhe
Andile>aingeke ngikwazi sistera ngithunyiwe mina ekhaya
Palisa>before ngiphume la emontweni ngikusakaze ngempama ngena emontweni sambe
Andile>kulungile sistera(ebengena emontweni)
Mbuso>ye Andile mnganami osixoxele uwumuntu onjani nj uZulu ngokwazi kwakho
Andile>ai ai iqhawe leliya balisaba bonke ngoba phela wabulala iginsa elaliyingozi lisantshwa la endaweni
Mbuso>kwakungubani leloginsa lelo mngana awuchaze nj ngizwe ngizokupha nawu u 100
Andile>kwakuyingosi nalelaginsa zaqale sashukana zangiqeda sezidubula amaphoyisa zombili ekubeni zazilwa zodwa...
Palisa>yewena slima uwuzwile umbuzo utheni(ebhoka)
Mbuso>ai Palisa fokhasa laph ekushayeleni yimi oxoxa no Andile nj
Palisa>oh...oky
Mbuso>ubani leliginsa elalishukana no Zulu beze bedubula amaphoyisa nj
Andile>kwaku Gam'over phela lo wena brazo
Mbuso>uyena lomuntu esimfunayo Palisa yabona kdw
Palisa>yha uye impila
Andile>breka breka sistera nakhu ka Gebas lo engimshoyo(ekhomba ezansi komgwaqo)
Mbuso>sho sho ikhona mnganami
Andile>akekho ongazi ohlala lapha egoli..wothi ngidilike nginicelele yena
Mbuso>hhayi ungadiliki bamba nawu u 100 wakho..shaya imonto sphindisela lomfana emumva Palisa
[Ebeyishaya bejike bephindele emumva]
Palisa>uhlala nobani kini we Andile??
Andile>ngihlala nomagriza
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
