thula mntanami story part 40 by : magolide

 

thula mntanami story part 40 by : magolide



thula mntanami story part 40 by : magolide 




🐦Thula Mntanami🐦 

               P.40🐦

                   [13]VL🐦

6 days later🐦


[umakaThando usephumile esbhedlela usehlezi emzini wakhe no Thando]


Thando:-ma uzizwa kanjani uyalulama kodwa?


MakaThando:-yea akusafani kona kunalezinsuku ezidlule senginconywana


Thando:-kuhleke ngisayokwenzela itiye nalamakhekhe akho owathandayo


MakaThando:-awuhlale la kancane Thando ngifuna ukubuza


Thando:-oky ma(ehlalephasi)


MakaThando>ngabe uwena ngempela imbangela yokufa kwalabantu abashona emgcwabeni emzini waka Ndlovu


Thando:-ngyaxolisa ma konke okwenzeka kwakungeyona inhloso yami ngangizama ukuvikela wn ngoba wayefuna ukukubulala uLusifa


MakaThando>demedi Thando ushidi nj lo ongitshela wona kwakumele ungiyekele bengibulale(ethetha)

Thando>mama ngyaxolisa kakhulu ngakho konke okwenzeka(ekhala)


MakaThando>lempilo yakho awufuni vele ukuyiyeka ubhizi nj uphila ngamagazi abantu labantu abashona ngenxa yakho banezingane uthi ingane zabo zondliwa ubani


Thando>kdw mama uyazi ngifisa ukushintsha kodw akusenzeki sesinamandla kakhulu lesilwane esphila kumina


MakaThando>mntanami ngiyofa ngelinye ilanga uyongikhumbula uzowakhumbula amazwi ami


Thando>mama mina sengikwamukele ukuthi yiyo indlela engyiphila ngayi le yokuchitha igazi ngoba ngizamile ukuthola usizo kdw angisizakalanga


[ukhuluma nj uThando syehla izinyembezi nalapho olusifa babhizi bamsongela ngokubulala umawakhe makethi uyocela usizo kubefundisi]


Thando>ungixolele mama ngangingazi ukuthi kuyobanjena akekho umuntu owayengazifaka eweni ekubeni ebona kahle


[Ebephuma uthe ephuma nj ngomnyango wafica ubhuti wakhe eceleni komnyango wathuka kakhulu wawa phasi]


MakaThando>hhaibo ubonani Nothando lekuthusa kangaka?


Thando>lutho ma(ehlahle amehlo)


Msizi>okwenzeka ebumnyameni kuyovela ekhanyeni kuyovela


[Eziqinise esukume eqhubeke ehambe uThando]


Msizi>dadewethu leligazi labantu eligcwele izandla zakho kobanzima ukulisusa nawe liyochitheka elakho


[Kusukume umakaThando efuna ukubona ukuthi uthuswa yini uThando mayefika emnyango akaboni lutho]


MakaThando>lamadimoni ahlesele lengane ngabe yiwoni lawa aseqala ukuyisanganisa mnje ngoba angiboni lutho oluthusayo emnyango


[Ephindele endlini]


      KaPalisa🐦


[uPalisa uyafika ephethe iskhwama eskhulu esigcwele ibhamu efike esibeke phasi phambi kwaMbuso].


Mbuso>yini le ozoyibeka phambikwami(esivule)


Palisa>uzongisiza ukuyopheyela umalume wam noma cha?


Mbuso>ai ai ngeke ukubone lokho uthethephi zonke lebhamu vel


Palisa>ungangibuzi phela min ngazana nabant 

           for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×