thula mntanami story part 41 by : magolide

 

thula mntanami story part 41 by : magolide

thula mntanami story part 41 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

               P.41🐦

                  [13]VL🐦


Mbuso>ohh kuhleke mawazana nabantu abazi abantu yini ungahambi nabo labobantu kube yibo abazokusiza ngoba mina cha


Bahle>manje uhlele ukuya nini le kandonga ziyadu ukuyopheyela ubhuti wakho


Palisa>khululeka nje u 6:00 ekuseni uzongishayela khona egoli


Bahle>ngizwa kahle sisi wami ngikufisela inhlanhla ohambeni lakho


Palisa>ngyazibongela(esukume eyophuma)


Mbuso>uyaphi pho manje ngoba phela seliyashona nelanga sekuntambama


Palisa>ngyabuya ngisaya ekhaya kaNkosi khona engisayokulungisa


Mbuso>oryt ngingakuphelezeli noma uzobaryt uhamba wedwa


Palisa>khululeka ngizobaryt ungakhathazeki brazo


[Wabephuma eyakubo kaNkosi uthe efika nj waqonda emathuneni akubo wakhanyisa amakhandlela maqede wakhuluma khona]

Palisa>malume uGam'over ngicela uhambe nami kusasa loku okusayo njengoba ngiyozingela abakubulala nj ngicela kube nguwe ozongihola njoba wawushilo

🐦

Mawami MaNkosi ngicela ungiphelezele ma ungivikele kuloluhambo engizolithatha kusasa ngicela kube yini enizongihola niphinde ningivike

🐦

Ngalezi zibani enginikhanyisela zona ngicela konke okuhle ngyabonga


[Wabesukuma wangawacima amakhandlela ngoba vele sekuntambama wabephindela emumva kwakhe wafika oMbuso besazibukela itv wabedlula eyolala]


Mbuso>kaze kuphunywaphi ebusuku nj(ezihlekele)


Palisa>akusiyonake lento oyicabangayo ngikutshelile nje


Bahle>Palisa ukudla kwakho ngikubeke kwi microwave


Palisa>oryt ngyabonga sisi wami ngizokubona ekuseni angilambile okwamanje


Bahle>oky sisi usuyolalani pho?


Palisa>yea kumele ngisheshe ngihambe njoba nginendlela nje okuseni(wabeyolala)


Mbuso>ai ake ngyolala nami vele ayikho nento engihlalele(esukume)


[Ethi ukuhlala kancane uSbahle ezwe ukuthi kuyazeleka eqonde ekameleni lakhe naye]


Ekuse🐦


[usevukile uPalisa uselungele uhambo lakhe olubheke egoli ehambe evuse uMbuso]


Palisa>ngisacela ungiboleke okhiye bemonto Mbuso sengindlela


Mbuso>oryt(emnike)ngikufisela inhlanhla ohambeni lakho Palisa uqaphele igebengu zasegoli


Palisa>khululeka ngizoqaphela(ebephuma neskhwama sakhe sebhamu eyongena emontweni)


[uthe esethi uyaphuma ngemonto uPalisa wavinjwa uMbuso]


Palisa>kwenzenjani Mbuso manje


Mbuso>ngihamba nawe angikwazi kukuyeka uhambe wedwa kade sasiwa svuka nawe


Palisa>umshiya nobani u sisi wakho uBahle?


Mbuso>ai uzobaryt lo(bexhawulane)


Palisa>ngena emontweni sambe


[Wabengena uMbuso]


Mbuso>shayimonto nawe sambe zanele kodw izikhali


Palisa>zingangawe njoba ubonile nj nawe ebusuku...... 

       for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×