thula mntanami story part 4 by : magolide

 

thula mntanami story part 4 by : magolide


thula mntanami story part 4 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

                 P.4🐦

                    [13]VL🐦


MaNkosi:-(ebuke iskhathi)ei ngizoba leythike manj akasabuyi nalommtana


[Eqhamuke esegijima uPalisa]


Palisa:-Mah angisitholi lapho esihlala khona lesiwasho sengisibheke indlu yonke


MaNkosi:-kulungile masthandaze ngizobaryt uzobona

[Besho becimeze bethandaze beqede]


Palisa:-uhambe kahleke mawami(lapho uyabona akakhululekile emoyeni)


MaNkosi:-usale kahle nawe ngyanda yezwa(ebephuma)


[Lapho sekushaye no 5 entathakusa]


Palisa:-ngabe kungani umama ehlezi engidinelwa mangibuza ubaba(ekhuluma)yedwa


[Ezihlalele edaningi kuze kushaye o 7 ekuseni uPalisa kungene ucingo luka MaNkosi]


Palisa:-(eluphendule ngokushesha)ma ngabe konke kuhamba kahle phela awuvamsile ukungifonela 


[Kuzomele uphuthume esbhedlela nino MaCele ngokushesha akusiye umawakho okhuluma naye udokotela]


Palisa:-(eshaqwe uvalo)dokotela kwenzakalani uryt kodwa umawami(ehlengezela izinyembezi)


Dr:-sizoxoxa konke senifike esibhedle ngicela niphuthume ngokukhulu ukuphazima kweso nibe seni lapha(evale ifon)


[Evele esangane ikhanda uPalisa engabi sageza ephuthume kaNdlovu]


                 KaNdlovu


Palisa:-nqo nqo nqo(enokha kuvule uSbahle)

Sbahle:-Hello Palisa angisakwazi mngani(esho ngenjabulo)


Palisa:-nami angisakwazi Sbahle cela ungicelele umawakho


Sbahle:-oky ungangena(ehambe efike ambize)


MaCele:-sawubona Palisa Ndodakazi yami 


Palisa:-yebo mama uMaCele ngiyethemba umama uyaphila


MaCele:-ngyacenga mntanami savakashelwa uwe ekuseni kangaka


Palisa:-ei kuyabheda ngithunywe esbhedlela kuthiwe asiphuthume khona ngokukhulu ukuphazima kweso


MaCele:-hhaybo asiphuthume vele bengiqeda kugeza manje


[Besho bephume beyobamba amatekisi behambe beze bengene esibhedle kube khona udokotela obakhombisayo lapho kungakhona uMaNkosi]


Palisa:-kwenzekeni dokotela vele?(esekhala)


Dr:-angazi kdw ulethwe yimonto yalaph asebenza khona bathi uvele waqhuma igazi ngamakhala nasemadlebeni


MaCele:-kwakubike ukuzwa loko 


Dr:-anizongena nonke kuzongena wena ukuqala mama(ekhomba uMaCel washo wangena wahlalaphasi)


MaCele:-kwenzenjani mngani wami uryt kdw


MaNkosi:-kuyangehlula ukufa kuyangithatha ukufa seniyosalakahle makhelwan ningigadele ingane yami..uphi yena umnyanami


[Waphuma uMaCele wambiza]


Palisa:-mama(ekhala)


MaNkosi:-Palisa mntanami ubaba wakho angimazi nesibongo uhloniphe umhlaba mntanami..(yavele yathula imishini)


[Washo ngesililo uPalisa]


MaCele:-ngaze ngambulala umngani wami engenzelutho(washowakhala)ngyaxolisa mngani 

         for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×