thula mntanami story part 39 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.39🐦
[13]VL🐦
[Kusemgcwabeni ka MaCele yisonto kufihlwa uMaCele ufihlelwa kwakhe yisonto sekuyagqitshwa..kuqhamuke uThando esezokwenza loku akuthunyelwe uLusifa ukuthi kuchitheke igazi ukuze ethole umawakhe]
[Efike esefaka omunye wabafundisi umoya kasathane]
Thando:-sanibona bobaba mfundisi Khumalo ngisacela wena kancane
Khumalo>kulungile ndodakazi ngyeza manje(esho emlandele)
[Befike bexoxele eceleni uThando noMfundisi]
Khumalo>ngabe ngyakwazi ndodakazi
Thando:-cha baba kodw angizile ngaloko lapha baba kunento embi engiyizwile beyixoxa ngawe labefundisi enibambisene nabo ngokomngcwabo
Khumalo>yini uzweni ndodakazi khuluma nami uzweni(esebuza ngokuthuka)
Thando>bahlela ukukubulala uma senisuka lapha emngcwabeni seniya emakhaya
Khumalo>ai thana uyadlala bafuna ukungibulale lani?
Thando>bathe bafuna khona uzophuma kuleskhundla okusona esontweni kungene u Pastor Gwala
Khumalo>hheee wothi ngivele ngiqede ngabo kusemanjeke mina nguMashobane ukuthi ngumfundisi akusho ukuthi kumele ngihlanyelwe
[Wabeqonda emontweni wayodonsa isbhamu sakhe uKhumalo]
Thando:-uqaphele baba bengakulimazi(wabezimele kude)
[Wafika wangasabuza lutho umfundisi Khumalo wavulela ngenhlamvu kulabafundisi ahamba nabo]
Khumalo:-nihlela ukungibulala zinja ndini(esho edubula)
[Kwavele kwasaphazeka abantu emngcwabeni bebaleka..abanye bedubuleka benganacala nabafundi laba abadutshulwayo nabo sebephethe ibhamu zabo bedubu]
[Lapho uThando oqhathe abantu ngamanga usezimele le kude uyabukela kubulalwana..kwavela kwafika ubhuti wakhe epoka emini kabha]
Msizi>kuzomele wazi Thando leligazi olichitha mihla namalanga ukuthi ngelinye ilanga bayolichithakuwe
🐦
uyosala engenacala lo onithumelayo ukuthi nichithe amagazi abantu izandla zakho zigcwele igazi labantu abahlukehlukene mntakama lizokhuluma maduze leligazi eligcwele kuwe lizokhuluma lizokhuma
[Wabe ezihambela waphelela emehlweni..wasale ekhala uThando]
Thando>ungixolele bhuti wami nami angisayithandi lempilo engiphilayo ngenzela umawethu
[Esekhuluma yedwa esuke ehambe eyemkhathini]
Emkhathini🐦
Thando:-boss Lusifa sengikwenzile obungithumele kona ngicela umawami
Lusifa>well done usunamandla impela ukwazi ukuxabanisa abefundisi mdedeleni umawakhe
Thando>waze kanjani?
Lusifa>angithi uyazi nginamehlo umhlaba wonke
Thando>ohh[wabethatha umawakhe emphuthumisa esbhedlela]ngyaxolisa kakhulu mawami ngezenzo zami
[ukhuluma nj uyakhala mi izinyembezi uThando]....
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
