thula mntanami story part 38 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.38🐦
[13]VL🐦
[uMandisa noZama bathe sebeqedile ngokugingqa ikhumbi babe bethatha uThando kanye nomawakhe bayanabo ekhathini lapho usho ulimele umakaThando uThando akanalutho usaziqulekele nj]
[Wathi ephaphama uThando waphaphama sebemfake kwenye indawo eshisayo eyisihogo]
Lusifa>awu kwakuhle Thando ukuthi usuphapheme ubuthi ucabangani vele
Thando:-ngani boss Lusifa..cela ungikhiphe lapha ngyasha
Lusifa>ucabanga ukuthi angizi ukuthi usufuna ukuyobangcwele ngcwele wena manje ubani lo
[Emkhombisa umawakhe]
Thando:-hawu mama ufikekanjani la ngicela maninenkinga nam nilwe nam hhayi umama
Lusifa>usazensa ukhanda shisa namanje wena Thando usukhohliwe ukuth yimi owakucebisa njoba usufuna ukungibalekela nj
Thando:-cela niyeke umama plz nimenzeni njoba elimele kanje(ekhale)
[Lapho usejuluke usemanzi te ngenxa yokushisa kwalendawo abamuvalele kuyo]
Lusifa>bonga ngoba usindile wena nonyoko bakwazile ukunihlenga abasebenzi bami abathembekile kade nigingqika nekhumbi
Thando:-aahhh kuyashisa la boss Lusifa ngyasha ngyasha cela ungikhiphe bandla
Lusifa>oky ukuze ngikukhiphe wena lapho ngithembise ukuthi uzobuya uzosebenzela mina ngizobe sengidedela nomawakho
Thando>ngeke ukubone loko ngidelile mina ilempilo yokubulala abantu
Lusifa>oky mshuthi umawakho uyamgcina namhlanje..ngabe ngyamnquma ngisebenzise igazi lakhe mnje liyangisinda kdw bazomqiba ephila abafana bami manje MXo Sfiso
[Basho baqhamuka kwa Lusifa uyasabeka mawumbuka ngezansi unesakhiwo senyoka ngasenhla uyumuntu]
Mxo-Sfiso>boss sesikhona
Lusifa>thathani lo mfazi niyomumbela ithuna nimgqibe ephila
[Babe bemthatha]
Thando:-oky boss ningamgqibi uma ngizobuya ngizosebenza nawe cela nimdedele uma
Lusifa>angikazo mdedela unyoko ngifuna wena uyochitha igazi kuqala ukuze ngibona ukuthi uqinisile yini if uthi uyabuya
Thando>ufuna ngenzeni Lusifa?
Lusifa>ngifuna ngosuku lomngcwabo laphana kaNdlovu kube uwe ozokwenza kubulalane ubantu ukuze sothola igazi esonotha ngalo
Thando:-kulungile ngiyavuma bosa ngizokwenza loko umama yena uzomdedela nini?
Lusifa>uma usuqede umsebenzi uyobe usumthola unyoko syezwana angithi
Thando>yes boss kuyezwakala
Lusifa>Sfiso Mxo mubopheni laphaya loyomama nikhiphi uThando la evalelwe khona
[Nangampela babe benza njoba kushiwo oMxo bamvuleka noThando]
Lusifa>sngenzani izilima ngoba uzomswela unyoko syezwana
Thando>ngithembe mnini mandla wonke soze ngibenze ubulima nakancane
Lusifa>kuhle usungahamba.......
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
