thula mntanami story part 37 by : magolide

 

thula mntanami story part 37 by : magolide


thula mntanami story part 37 by : magolide 

🐦Thala Mntanami🐦

               P.37🐦

                  [13]VL🐦


[Kusekuseni umakaThando uselungele ukuphelezela umntanakhe beye kumfundisi]


MakaThando:-(ekhuluma yedwa)uThando ubanjwe yini manje ngoba kumele ngabe siyahamba


[Ehambe eyombeka endlini yakhe efice esazilalele uThando enokhe]


MakaThando>ngqo Thando usalele(ebuza sakuthetha)


Thando:-ngyaxolisa ma yazi ngiseliwe ngiyeza manje kodwa 


MakaThando:-usazimisele kodw ngokuthola usizo kumfundisi?


Thando:-hawu ma ungayibuza kanjani leyonto ngizimisele ukuthi ngiseliwe ngyaza manje kodw


Maka:-kulungile zama ukusheshisake!


Thando:-oryt ma 


[Wabevuka wangabi sageza nokugeza wasula ubuso maqede washintsha waya kumawakhe endlini enkulu]


Thando:-hey ma sengilungile sesingahamba if suqedile nawe


MakaThando:-yaz mntanami kuyangijabulisa ukukubona uzimisele kangaka ngokushintsha impilo yakho


Thando:-yea mawami


MakaThando:-asambe buka nje sekuze kwashaya no phasi 5


[Besho bephume beyolinda ikhumbi estobhini ngenhlanhla isheshe iqhamuke begibele]


EMkhathini🐦


[uLusifa udinwe uyafa ubona uThando esefuna ukubadayisa ebize bonke abasebenzi bakhe basemkhathini besho befike]


Lusifa>uThando ufuna ukusidayisa manje ngoba nakhu esezazi zonke indlela zethu


[Etshela ama Satanist lawa amsebenzelayo]


Lusifa>so ngizodinga wena Mandisa nawe Zama niyogingqa lekhumbi abayigibele njengamanje


Zama-Mandisa>njoba usho nj boss sokwenzenjalo 


Lusifa>ngifuna mase nigingqile ikhumbi nenze sho ukuthi akusindi muntu niqedele kwasani


Zama>sethembe mninimandla wonke


Lusifa>umama kathando bona beno Thando ngibadinga la bephila nibuye nabo


Mandisa>sokwenza njalo boss Lusifa


Lusifa>ngithumela nina ngoba seni strong and ngyanethemba futhi njoba nake nagingq ibhasi nj


[Basho basuka emkhathini uZama no Mandisa beyogingqa lekhumbi elayishe oThando lapho ababonwa umuntu ngoba bahamba ngokomoya vele]


[Behambe befike beme ema drayini lapho kuzoqhamukela khona lekhu..kuvele kugcwale inkungu ithi isizofika ikhumbi eduze nabo ezwe uThando ukuthi kunama Satanist ala emadrayini azodala ingozi]


Thando:-uhambe uqaphele drive kungacitheka igazi noma inini lapha kulamajika


Drive:-kahle wena ntombazane ngudilayiva omdala mina ngeke ungitshele ukuthi ngenzeni


[uthe eqeda kusho njalo udrive uZama no Mandisa bavele bama phakathi nomgwaqo wavule wabona ngathi izinkomo u driver]


Driver:-Jesus(wathi uzama ukudakha yamhlula ukuyilawula ikhumbi yabagingqa)


[Ithe igingqika babe beyoncela igazi kubantu baqedela laba abasindile]... 

          for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×