thula mntanami story part 36 by : magolide

 


thula mntanami story part 36 by : magolide



thula mntanami story part 36 by : magolide 




🐦Thula Mntanami🐦

                P.36🐦

                   [13]VL🐦

Prev.on


Thando:-mama ngangise mkhathini zonke lezinyanga njoba nganginyamalele nj


MakaThando:-oh NoluThando wabona kumqondo omuhle ukubulala umfowenu bese uyabaleka oshuthi wenza ngamabomu


[Ethethe]


Thando:-akukho njalo mama uMsizi angimbulalanga ngamabomu into eyenzeka ngashiswa umkhuleko wenu leslwane esingaphakathi kimi sangabe sisalawuleka


MakaThando:-emkhathini khona kwasekuyikhaya lakho pho??


Thando:-cha mama akukho njalo into eyabanga ngihlale emkhathini ukuthi njoba ngabulala ilunga lomdeni kuyusiko lethu ukuthi sizile izinyanga ezu 8 ngyaxolisa mama


MakaThando:-(ekhale)mntanami angikuzalanga unjena mina angikwazi uyilesilwane oyiso namhlanje


Thando:-ngixolele mawami kwasamina angisazithandi ngilawulwa yileslwane esphila kimi


MakaThando:-ufisa ukuthi siye kombona nini umfundisi ukuze ezokusiza kulesimo okuso


Thando:-ewu ukuthi sekuntambama manje sekoba isekuseni


MakaThando:-kulungile uma unesqiniseko ngempela ukuthi uzimisele ukuyenza lento


Thando:-ngizimisele impela ma..ngisayowenza ukudla ekhishini ngingakwenzela


MakaThando:-cha itiye nje elingangithokozisa 


Thando:-oky mawami(wabesukuma)


[Eqonda ekhishini wafike wenza itiye lika mamawakhe kanye nokudla kwakhe wabuya bahlalaphasi babuka i tv]













Thando:-ei yazi ngyamkhumbula ubhuti wami mnje ukube ukhona ngabe akuthuli kanj la endlini


MakaThando:-yea yena uyakhumbuleka hhayi kancane


Thando:-ukube nj angenzanga ubulima ngambulala ngyazisola


[Evele ebhoke umakaThando ezama ukugqiba lendaba ngenxa yokuthi imuzwisa ubuhlungu]


MakaThando:-sekwanele Nothando cela uyekele ukuloko ukhuluma lendaba kaMsizi oky


Thando:-oky ma ngabe khona engikushilo okungakuhlalanga kahle


[Evele ezithulele uMakaThando eziphuzele itiye lakhe nj]


Thando:-hawu ma sengikhohlwe kubuza uphi uSbahle ngempela?


MakaThando:-ukubo bamlandile abafowabo njoba kusanda kushona umawakhe nj


Thando:-awu ubahle akakaze engixoxele ukuthi mina unobhuti yazi..


MakaThando:-nami ngimangalile impela ngoba akaze angitshele lutho ngabafowabo












Thando:-ufihlwa nini umama wakhe vele nkosi yami??


MakaThando:-uzobe efihlwa nj phambi kwalolusuku lakusasa uzohamba nami ukuya emgcwabeni


Thando:-ai ngizobe nginawe ma mshuthi umlindelo nj kusasa


MakaThando:-ya sovuka syekumfundisi sbuye sesiya emlindelweni


Thando:-ubenani vele?


MakaThando:-imibuzo emikanga uthi ngazi ngani mina ngisayolala futhi kokusiza nawe ukusheshe ulale ngoba sovuka ekuseni kakhulu...


🐦🐦 

           for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×