thula mntanami story part 35 by : magolide

 


thula mntanami story part 35 by : magolide



thula mntanami story part 35 by : magolide 




🐦Thula Mntanami🐦

               P.35🐦

                  [13]VL🐦


Palisa:-(wabhoka ngolaka)usangene yini wena Mbuso ungithuselani vele


Mbuso:-kwenzakalani ngawe yini ekudlayo kahle kahle wena Palisa


Palisa:-ai dlukana nami phasi mxa(wabeya egumbini lakhe wayozivalela khona)


Bahle:-bhutiza nibangani no Palisa manje(eziphumela egumbini lakhe)


Mbuso:-angazi nami angimazi enjena uPalisa kodwa ngathi khona into emdlayo ngaphakathi


Bahle:-kdw phela mayedliwa inkinga zakhe akangasanganeli thina kumele ekhulume kahle


Mbuso:-ngaze ngihlanganaphike mina nalodoti ongitshela wona nawe ngoba kumele ngabe utshela uPalisa hhayi mina


Bahle:-ohh kanti uzosanganela kumina nx wothi ngyodla ngikhohlwe yindaba yenu


[Wabeziqondola ekhishini wayozidlela..kwathi emini waphuma uPalisa egumbini lakhe wafica kuhleli uMbuso Bahle edaningi wahlalaphasi naye]


Mbuso:-ai akekuhambe minake ngiyozilalela(wabe sukuma)


Palisa:-Mbuso ngicela ungahambi ngiyaxolisa ngendlela engikhulume ngayo ekuseni nawe













[Ehlalephasi uMbuso]


Mbuso:-kwenzakalani ngawe vele yini le ekudlayo kangaka?


Palisa:-bengivakashelwe umalume namhlanje ebusuku 


Mbuso:-muphi yena lo owake wangixoxela ngaye ukuthi akasekho emhlabeni?


Palisa:-ya yena impela ubefike ngqo ngokomoya ngimbona ngamehlo bengingaphuphi


Mbuso:-yebo ngyakuzwa so ufike wathini kuwe noma bekuyimfihlo yenu nobabili?


Palisa:-bengayona imfihlo uthe ucela ukuthi ngimphindiselele kwabambulala


Mbuso:-ihee wena utheni uvumile if kukuthi uvumile ucabanga ukuyenza kanjani leyonto


Palisa:-ngivumile Mbuso kdw angikabi nayo i plane yokwenza yonke lento ngicela ungisize Mbuso kulento


Mbuso:-ini ai Palisa ai angikwazi ukufaka impilo yami engcupheni phela lento iphakathi kokufa nokuphila ngacishe ngafa nj futhi mina


Palisa:-kodw Mbuso...


Mbuso:-cha azikhali kodwa Mbuso la cela nangu uBahle akusize mina cha


Bahle:-ngikusaba kabi ukufa mina 


Palisa:-kulungile ngizoyenza ngedwa lento ngizohlonipha kuqale kufihlwe uMaCele next week ngiziyenza i Plan











Mbuso:-ai RIP ntombazane usuyosikhonzela emazulwini(ehleke kancane)


KaZikhali🐦


[Umaka Thando uhlezi yedwa uzifundela iphepha kuvele kungene uThando ethuke umakaThando eguqe phasi ethandaze]


Thando:-ma cela ungisize sengikhathele mina ilempilo yokubulala abantu 


MakaThando:-hheee kanti bangaki osuwababulala vele Nothando mina ngikusize kanjani


Thando:-angazi ma ngiyise noma ikumfundise ngikhathele ilempilo ma 


MakaThando:-zonke lezinyanga ezu 8 ubukuphi njoba wabulala umfowenu wabaleka nje?.... 

            for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×