thula mntanami story part 34 by : magolide

 


thula mntanami story part 34 by : magolide


thula mntanami story part 34 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

               P.34🐦

                  [13]VL🐦


[Ethi engakazumeki nj uPalisa ezwe ngoBahle ehayiza evuke ngokushesha eyombeka engabisanokha engene]


Palisa:-kwenzenjani Sbahle ngizwa uhayiza ngjngale egumbuni lami


Bahle:-bengithi uzongibulala nami ngisuke ngathuka kakhulu ncese ukukuvusa ngosindo


Palisa:-ngabe ukhuluma ngomawakho uMaCele?


Bahle:-yea ubezocela ukuthi ngimxolele kuko konke akwanza esasemhlabeni


Palisa:-kuzomele umxolele Sbahle ngoba vele akasekho ukuze engazoloke ekuhlupha


Bahle:-loko ngjngakwenza kanjanj if sekuthiwa ngyamxolela


Palisa:-nami angazi kahle kodw ngicabanga ukuthi kuzomele ukhulume naye mabembuyisa nj le emakhazeni ngaphambi kokuba emngcwatshwe


Bahle:-yea ngizozama ukwenza njalo sisi wami


Palisa:-kulungile sisi uberyt ngisayolala nami manje yoo


Bahle:-oryt ulale kahle 

Palisa:-sharp(wabephuma egumbini likaBahle)


[uthe eseyongena egumbini lakhe wathi evula nangu umalume wakhe wathuka uPalisa wawa phasi]


Palisa:-malum Gam'over ufunani laph


Gam'over:-mshana ngicela uyongiphindiselela kulaba abangibulala


Palisa:-malume uyazi nj anginawo amandla okwenza loko oku wesi ngintombazane


Gam'over:-khuluma nalomfana ohlala naye uye ozokusiza kanti futhi nami ngizobe ngikhona kanye nani


Palisa:-ngeke nj eze evume uMbuso futhike udlala ngami nj 


Gam'over:-mshana njoba ngizocela kuwe usizo nj abakithi asebashona balwa nami bathi kwenzeka kanjani ukuthi kube yimi oshona kuqala ekubeni bethembele kimi ukuthi kwakumele ngini gade nino mawakho 


Palisa:-inzima nj malume lento ongicela yona ngyayisaba nj futhi


Gam'over:-ngisize mshana abakithi bathi angikwazi ukushiya ababulali ngemumva becanase


Palisa:-(evele edunyelwe ikhanda)kulungile malume ngisazoyicabangisisa lento yize inzima kdw ngicela ungilinde kudlula umngcwabo kababa kaMbuso


Gam'over:-ngiyabonga mshana ngiyathembisa ngizobe nginani


Palisa:-kulungile ngyakuza malume


Gam'over:-ngithela uvale amehlo ukuze ngizohamba nawe uthole ithuba lokulala


Palisa:-oryt malume(wabecimeza)

[uthe esacimeza nj wezwa kushaya umoya omkhulu wathuka wavula amehlo uthe ewavula nj akesekho umalume wakhe]


Palisa:-Jehovah(eshawa uvalo)


[Wabeyongena embedeni wakhe walala waze waphaphama ekuseni wavuka wayozihlalela ku sofa kwaqhamuka uMbuso]


Mbuso:-good morning Palisa..ulalekahle kodw


[Wafana nozikhulumela yedwa nj]


Mbuso:-aibo akangizwa lomunt ngikhuluma nawe


[Wamnyakazi wathuka uPalisa wagxuma kakhulu]


Mbuso:-kwenzenjani uryt nj?


Palisa:-(wabhoka ngolaka)..... 

        for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×