thula mntanami story part 33 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.33🐦
[13]VL🐦
[Ihambe imonto ize iyongena kaPalisa emzini awuphiwa ikhehla bedilike bengene endlini]
Bahle:-ikabanike kulomuzi omuhle kangaka esingena kuwo
Mbuso:-osiyeke wena ngemibuzo angini wasibalekela
Palisa:-kahle Mbuso ukudlala ngo sisi Bahle ebuza kahle kanjena kodw
[Babe bengena endlini bahlalaphasi kosofa]
Palisa:-wothi ngiyokubekela impahla zakho egumbini ozolisebenzisa
Bahle:-ningangitsheli ukuthi senathenga umuzi nina omuhle kanje nokwenza
[Ethathe izinto zika Bahle uPalisa efike emubekele kwelinye lamagubhu angasebenzile maqede ebuye ehlalaphasi naye]
Mbuso:-oky bafethu uma ngibona kuwumbono omuhle ukuthi simfihlo ngesonto
Bahle:-ai ngicathi akunankinga liryt impela isonto ngabe sizomfihla kuphi nendawo
Mbuso:-uzofihlelwa kwakhe ekhaya Palisa wena ubona kanjani wathula
Palisa:-cha mina angizophawula kakhulu ngizoniseka nj kuloku onikuhlelayo
Mbuso:-kulungile ngyakuzwa if uyibeka kanjalo sisi wami
[Bexoxe kuze kube yintambama behlezi ndawonye]
Mbuso:-ngizomele ngyofuna amatoho manje ngikhathele ukudla imali yakho Palisa ngibe ngiyindoda nokwenza
Palisa:-kahle bo kunani mawudla imali ka sisi wakho
Mbuso:-aibo nawe inhlanhla yakho lemali yakho inhlanhla owayiphiwa abangasekho
[Behleke]
Palisa:-ngiyazela mina manje guyz goodnightin
Bahle:-nami ngyolala manje sala wedwa Mbuso ugade igebengu ngalobubi bakho
Mbuso:-uzokhala wena nekhanda elikhulu mxm
[Behambe beyolala esale yedwa uMbuso]
Mbuso:-ai wothi ngyolala nami umuntu ayikho nento ayihlalele vele manje
[Ekhuma yedwa esuke ecime itv maqede eyozilalela naye]
[Kuthi ebusuku impela ngo 23:49 efikelwe iphupho lika malume wakhe uPalisa]
Gam'over:-mshana wami ukhulile manje nomqondo usuvulekile angithi?
Palisa:-yebo kunjalo male kutheni ngavakashelwa nguwe namhlanj
[Kuphupha uPalisa]
Gam'over:-nginesicelo lapha kuwe mshana and asikho lula neze
Palisa:-ngabe sithini iscelo sakho malume nawe uyazi ngingakwenzela noma yini
Gam'over:-ngicela uyongiphindiselela kulaba abangibulala lena eGoli
Palisa:-ayibo malume ufuna ukupheyelwa yimi uyazi nj anginawo amandla kube nginawo ngabe kade ngakwenza loko
Gam'over:-wangibulala mshana uMageba akabulalanga inja akumele kuphele kanjalo wangibulala wangibulala
[Wavele wathuka uPalisa waphapha ephefumulela phezulu]
Palisa:-aibo licazani leliphupho ngempela
[Ekhuluma yedwa]
Palisa:-kwakona nj if kuthiwa nginawo amandla ngizothi ngyophindisela kuZulu wakaban egoli
[Elale]
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
