thula mntanami story part 32 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.32🐦
[13]VL🐦
Prev..on
Mbuso:-kdw besicela ukuthi usiboleke yena okwalezinsukwana kuze kufihlwe umama
MakaThando:-ngiyakuzwa mina mfana wami and anginankinga nangu khulumani naye angikwazi ukukhulumela umuntu kulesisimo esinje
Mbuso:-kuyezwakala ma..Bahle ngicela usivakashele ekhaya ukuze sizokwazi ukwenza amalungiselelo okufihlwa kuka mama
Bahle:-(evelebhoke)Mbuso okokuqala ubani onitshelile ukuthi ngihlala lapha?
Mbuso:-umama owasitshela ngaphambi kokuba asishiye emhlabeni kdw ngyakucela dade ufike
Bahle:-ngyaxolisa ukusho loku bhitiza angeke ngikwazi mina ukuza emgcwabeni wombulali wenze kahle efe
Palisa:-kodwa Sbahle musa ukukhuluma kanjalo sonke usizwisile ubuhlungu kdw uyakudinga ukulala ngokuthula
[Esho emncenga]
Mbuso:-Bahle nawe uyazi usiko lasekhaya lokuthi makushoniwe khona into ekumele yenziwe so if unqaba ifu elimnyama liyosala nawe wedw
[Lapho uthili du manje umakaThando ulalele nj]
Palisa:-siyakucela Sbahle awenzili umawakho kdw uzenzela wena
Mbuso:-kulungile muyekele Palisa isinqumo esakhe thina simtshelile ebekumele sikusho njengabafowabo
[Esehluthuke emoyeni uMbuso ukuncengana no Sbahle..esukuma]
Mbuso:-kuzomele sambe manje Palisa..syabonga kakhulu ma ngeskhathi sakho
Palisa:-nisale kahle ma
MakaThando:-nihambe kahle bantabami
[Bethi bephuma nj oMbuso no Palisa wakhuluma noBahle umakaThando]
MakaThando:-Sbahle ngane yami ngeke ngikuqambele amanga mina kdw baqinisile abafowenu
Bahle:-hhaibo ma nawe uvumelana nabo wazi kahle nj ukuthi uMaCele umbulali
MakaThando:-ngikwazi kahle loko kodw mele wazi ukuvela kini awenzili umawakho awenzeli abafowenu and awenzili mina kdw uzenzela wena
[Wathula wayijulela lento eshiwo umakaThando uBahle wabona ukuthi uqinisile]
Bahle:-uqinisile ma angezeli muntu kepha ngizenzela mina..ngizohamba nabo oMbuso
MakaThando:-phuthumake ubamise bengaka ngeni emontweni
[Wabephuma ngejubane eyobamisa ememeza]
Bahle:-Mbuso!! Mbuso cela ningilinde ngizohamba nani ngisayothatha izimpahla
[Nangampela waphuthuma wafika wathatha impahla wabuya weza kumaka Thando]
Bahle:-ma angithi uzohamba nam ngingakulandela izinto zakho(esebona ukuthi umshiya yedwa)
MakaThando:-cha angihambi mina Sbahle
Bahle:-ngobani ma ngyakucela ngizobuya nawe if sekudlule umngcwabo
MakaThando:-kunezinto zomndeni ekudinga nizenze ninodwa kuqala mina ngizifika ngelanga lomngcwabo
Bahle:-oky ma uberyt(behagane)
[Esuke eyongena emontweni uBahle isuke..ephakamise isandla]
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
