thula mntanami story part 31 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.31🐦
[13]VL🐦
[Kuka Zikhali umaka Thando uxoxa noBahle ngo Thando]
Bahle:-mama uThando seloke ahamba loko loko akakaze ekuthinte ngisho efonini?
MakaThando:-ei mtanami seloke ngamgcina ngosuku okwashona ngalo uMsizi
Bahle:-kodw ma uke umzame nj kodw ocingweni uthole ukuthi unjani
MakaThando:-kade ngangimzama lutho sengaze ngakhathala alungeni ucingo lakhe
Bahle:-ewu asethembe uphephile laph ekhona
MakaThando:-koda Sbahle mntanami yazi ngyazisola ngayo yonke lento kumele ngabe ngambona kusase eli ukuthi unamadimoni uThando kdw ngabe akukho nj
Bahle:-awukwazi ukuzigxeka kodw ma ngoba phela nawe wawungazi lutho ngalento
MakaThando:-ei Abahle uma ngasaphinde ngimbone uThando ngyokuthola kanjan ukuphumula emoyeni wami
Bahle:-uzobuya ma uThando and uzobuya ephephile futhi ngithembe(emdudu)
[Bethi besaxoxa bezwe ngomuntu onokhayo emnyango]
Bahle:-kazi ubanike loyo wothi ngyobheka
MakaThando:-ayi khululeka mntanami imina ozoya kobheka
Bahle:-oryt ma akunankinga
[Esukume eyovula umakaThando makefika uMbuso noPalisa]
MakaThando:-sanibona bantabami ngavakashelwa abantu engabazi ngabe kwenzenjani
Mbuso:-ohh ma mina nguMbuso Ndlovu lo uPalisa Nkosi besihambe sibheka umuzi wakaZikhali abantu basiyalela lapha ekhaya
MakaThando:-yebo ikhona impela kaZikhali laph ekhaya asingeneni ngaphakathi
[Bathi bengena wababona uBahle wagxuma waya kubona]
Bahle:-haweema!!! nangubhuti wami beno sisi wami(ejabula waze wakhala eyobahaga)
MakaThando:-uyabazi kanti?..ningahlala phansi bantabami
[Esho uMbuso no Palisa]
Bahle:-yebo ma ngiyabazi ngyabazi(ejabula)
MakaThando:-awuphuthumeke ubalungisele okuphuzwayo nama khekhe
Bahle:-yebo ma(wasukuma waya ekhishini)
MakaThando:-nivakashele mina noma u sisi wenu(encokola)
Mbuso:-empeleni sinivakashele nobabili wena mawami(ehlela)
MaThando:-ngyanizwa kwangathi akakuthandi nj ukukhuluma uPalisa noma udinwa yimi
Palisa:-ai cha akukho njalo ma angidinwa nguwe(ehleka)
MakaThando:-ngyazincokolela ngane yami
[Eqhamuke uBahle nedrink namakhekhe efike ebathelele]
MakaThando:-awasekhoni amakhekhe wafaka amancane kanj
Mbuso:-ayi ngyamazi wena ma nasekhaya waye nj uyancishana vele
Bahle:-wothi ngi ede amanye ave ukuthanda ukudla wena Mbuso
Palisa:-no yekela Sbahle aryt lamakhekhe uMbuso udlala ngawe nj
[Kuhlekwe kubemnandi]
Mbuso:-ma empileni njoba silapha ekhaya size ngodaba olungeluhle kahle
MakaThando:-yah ngilalele..
Mbuso:-mama asikuphunci uBahle wakho kodw
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
