thula mntanami story part 3 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P..3🐦
[13]VL🐦
🐦Highlights🐦
MaNkosi:-seniyosala kahle makhelwane ningigadele ingane zami kuyangihlulukufa kuyangithathukufa
MaCele:-ngaze ngambulala umngani wami engenasono
Palisa:-(uhlezi yedwa uyakhala)mina angisazi ngyophila nobani
🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦🐦
Sanibona boSbali bafethu angiphathekile kahle neze ngexa yama likes wenu kdw anginikhombi ukuth ni like ngenkani sengizokhipha iqephu embili mawungenzeki umehluko ngithatha ikhefu ngeke ngisabhala ngyabonga
#Indluyothandogroup💚
#Magolidepage💛
🐦Thula Mntanami🐦
P..3🐦
[13]VL🐦
Prev.on
Palisa:-mama ngibona ugogo ephushweni ethi unemfihlo afuna ukungitshela yona
MaNkosi:-ngabe ugcine ekutshelileni leyomfihlo?
Palisa:-cha mama ngithe ngiyasondola eduze kwakhe ugogo wathi mayephinduka wavele wajika waba uMaCele lapho izandla zakhe bezigcwele igazi uMaCele
MaNkosi:-hawu yazi liyashaqisake leliphupho lakho Palisa mntanami
Palisa:-mama uzothini uma kungathiwa uMaCele lo owabulala ugogo
MaNkosi:-kahle Palisa usuyabhedake wazi kahle nj ukuthi uMaCele umngani wam futh akukho okubi angakwenza kulomndeni
Palisa:-ei kona uqinisile mah ukuthi nj ngididwa yindaba yaleliphupho
[Lapho uMaNkosi uxoxa noPalisa nj kusebusuku phakathi kwamabili]
Palisa:-ngisayolala mawami angifuni ukukuphazamisa njoba uvuka kusas nj
MaNkosi:-uzobaryt kodw mntanami(embona ukuthi uthukile)
Palisa:-ayi ngizobaryt mama khululeka(eziqinisa)
[Besuke kanyekanye beye kolala kuthe sekuzosa nj ngabo 3:48 uPalisa wezwa umoya oshisayo wajuluka wamanzinte waphaphama]
Palisa:-hhai kwase kushisa kangaka ngoba kusayintatha nj(ebheke iskhathi ebone akakashayi no4]
[Eqhube elala uthe esathi uyazumeka ezwe ngezigi nj emnyango]
Palisi:-ngabe yini le egijima igceke lonke manj enezigi engaka
[Esukume elunguze ewindini ebone umama ogibele imfene]
Palisa:-ngabe ubani lo mama(ekhuluma yedwa lapho uthukile)wothi ngyobiza umama..ayi futh angimyeke
[Eqhubeke ebukisise esuke lomama eye ngase sangweni efike embe umgodi efale umuthi maqede ekhulume kuwo esuke lapho echele esangweni lomama besegibela imfene yakhe ehambe]
Palisa:-imihlolake le engibona namhlanj umthakathi phela loyana
[Esuke ethi uyobikela umawakhe emfice esevukile vele eselungele ukuya emsebenzi]
Palisa:-mama..màma!!(engene necabha ekameleni likamawakho)
MaNkosi:-kwenzenjani Palisa usungena udlubulundela nj vele
Palisa:-ngabe nawe mama umboni lomuntu obelapha ekhaya
MaNkosi:-aibo ukhuluma ngani manj Palisa ubani loyo obelapha?
Palisa:-angimazi mama bekumama obegibele imfene angimbonanga ebusweni khona into afike ayenza esangweni
MaNkosi:-(ehleke)Palisa uqalileke ngalamaphupho akho abheda sengaze ngishiwe ibhasi bhabhayi
Palisa:-mama ngimdala kanje usungaze uthi ngyaphupha ngine ngisho into engiyobonile cela usebenzise noma isiwasho before uphume mama
[Esho ekhale uPalisa]
MaNkosi:-kulungile cela ungithatheleke lesosiwasho ushesheke ngoba ixesha lidliwe yinja
[Esho ephuthume eyosithatha uPalisa]
MaNkosi:-(ebuke isikhathi)ei.....
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
