thula mntanami story part 29 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.29🐦
[13]VL🐦
Palisa:-relax Mbuso wena nj jabulela ukuthi usendlini manj uzoqala ngokugeza noma ngokudla
Mbuso:-cela ukudla kuqala mft kade ngakugcina angisenawo namandla mnje
Palisa:-oky usushilo
[Wasukuma wamenzela ukudla maqede wamlethela uthe eqeda ukudla wabuya wageza then bazixoxela]
Palisa:-awushoke Mbuso kwenzekeni izolo ngoba phela uhambe uyozama itoho
Mbuso:-ei indaba ende mft and ngeke uyikholwe nawe ngyakutshela
Palisa:-kulungile noma ngabe yinde kanjan ngicela ukuyazi ngoba phela bese ngikhathazekile ngawe
Mbuso:-ngahamba ngayofuna itoho mft ngalithola kwathiwa angobuya ngakusasa..
[Ephefumulele phezulu]
Mbuso:-ngathi sengibuya ngabanjwa amadoda amabili angifaka emontweni uyazi ayethunywe ubani
Palisa:-ayethunywe ngubani angazi..
Mbuso:-ayethunywe uMaCele ahambanami aze afika ekhaya bathatha uma kwahanjwa nami beyothwala ngami
[Ekhale]
Palisa:-musa ukukhala phela(emsula inyembezi)waphunyuka kanjani pho?
Mbuso:-angazi nam kwanzekani kodw ngaphuma emontweni ngejubane sesifikile kule nyanga ababeyothwala ngami kuyona
🐦
Ngabaleka ngaze ngafika ekhaya ngafika ngashisa isgodlo sikaMacele mangisuka lapho ngeza kulespapuli esihlala kuso
🐦
mangifika awukho ngaficwa ubuthongo kwathi ekuseni sengithi ngyokubheka kwavele kwamnyama amehlo ngalahleka phasi sengiphelelwe amandla
Palisa:-umhm ngyakuzwa ngibonga nj ukuthi wasishisa isgodlo samawakho hlezi uyophaphama ngelinye ilanga
Mbuso:-yea awusho owabani lomuzi ongilethe kuwona usuziphathele nj..
Palisa:-lomuzi ngiwuphiwe ikhehla elingasekho nam angilazi nokuthi elakabani
Mbuso:-kanjani uphiwe ikhehla elingasekho umuzi angikukholwake mnje
Palisa:-izolo kade usungabuyi ukuyofuna amatoho bese ngilahle ithembe ngithi ngeke ngiphinde ngikubone
Ngahamba ngithi ngyoziphosa kulomfula onezingwenya laqhamuka laphoke lelikhehla lathi angililandele ngenzanjalo
🐦
Lafike langipha lomuzi ngabonga labonga nalo lathi selizokwazi ukungena emazulwini belixoshiwe emazulwini kumele lizobongwa emhlabeni emvakwaloko lahamba shwi
Mbuso:-ohh ai ngyakuzwa but ngyasaba loku kwangampela lingaspokeli nj
[Behleke]
Palisa:-ave unjaloke phela wena usuwenza ihlaya manje indaba yekhehla
Mbuso:-ngikhathele izinkinga mina manje Palisa mft and umuntu usinde ekufeni
Palisa:-ungalisho uliphinde nami ngabonga inkinga zalomhlaba manje ngithi danki
[Ethule ejulu uMbuso]
Palisa:-kwenzenjani manje kwangathi ngikhuluma ngedwa
Mbuso:-ei ngaze ukuphi uBahle yaz
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
