thula mntanami story part 25 by : magolide

 

thula mntanami story part 25 by : magolide


thula mntanami story part 25 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

               P.25🐦

                 [13]VL🐦


[Lamadoda athuli emontweni awakhulumi luthi ehambe noMbuso eze eyongena naye kubo]


Mbuso:-kwenzakalani la bobhuti uphi umawami(ethukile)


[Emkhiphe lamadoda uMbuso emontweni..kuqhamuke uMaCele ephuma endlini]


Mbuso:-baleka ma bazokubulala angibazi nami bafunani labantu

[Evele ehleke uMaCele]


MaCele:-hho bafana bami senimutholile nansi nakhuke okwenu(ebakhokhela imali)


[Eqale ethuke kakhulu uMbuso]


Mbuso:-hhaibo mama ngabe udayisa ngami kwenzakalani vele?


[Ekhala]


MaCele:-asikawuqedi bafana bami umsebenzi usaqhubeka(ehleke)


Mbuso:-MaCele ufunani yini le oyifuna kimi ngitshele(ekhala)


MaCele:-yimi ongabe ubuza wena ukuthi ufunani ngoba ave sizokukhumbula shem


Mbuso:-mthakathi awudelini kanti njoba usuthi angisho into engifunayo mina angifuni lutho lakho ngicela ubuyise ubabawami


MaCele:-mvaleleni ebhuthini lo bafana ningilandele khona engifuna sikuxoxe


[Babe bemvalela uMbuso baqede bamlandela kwayiwa esgodlweni sikaMaCele]


MaCele:-bafana bami ngicela nithathe lesdumbu sika Ndlovu niyosimbela endlini vele sengisisebenzile yiso esizobuyisa usthunzi sam kubantu


[Sisingcwabe endlini kubuza lamadoda]


MaCele:-yes lo osemontweni ngizomyisa enyangeni ukuze ngizoceba ngaye sidleni imali bafana bami


[Kuyezwakala boss kusho lamadoda ejabula ezwa elemali]


[Kuthi sekusebuku impela lamadoda eseqede nokugqiba isdumbu..bephume ngemonto bebathathu sebehambisa uMbuso enyangeni]


[Lapho uPalisa uyabikelwa ukuthi ngabe kwenzenjani ngoMbuso loke ehambekuseni luthu ukubuya]


Palisa:-ngizokwenzenjani nkosi makukuthi uthathwe yilomthakathi onguMaCele


[Ekhuluma yedwa esekhala]


Palisa:-ngikhathele mina mnje ukuphila lempilo yokuhlupheka sekukaningi ngihlale ngikhala


[ukhuluma nje uphuma espapulini]


Palisa:-bazali bami ngithi ngihlangabezeni sengikhethile indlela ezakinina


[Lapho ukhuluma ukamile uyahamba uyoziphosa emfuleni odume ngokuthi unezingwenya]


Palisa:-ngihlupheke kwanela manje(esefikile eduze nomfula)

[Esethi uyaziphosa kuqhamuke elinye ikhehla selimeme]


Ikhehla:-wooo ndodakazi ungayenzi leyonto ngisthunywa senkosi nam


[Ethuke uPalisa ukuthi ubani manje lo]


Ikhehla:-ngilandele ngikubonise indlela elungile hhayi le ofuna ukuyithatha uma nje ungazibulala uyosha esihogweni


[Nangampela elilandele uPalisa behambe iskhathi eside befike komunye umuzi omuhle]


Ikhehla:-ngikuboleka wona lomuzi


Palisa:-ikwabani laph kulomuzi?


Ikhehla:-kwakungumuzi wami ngisasemhlabeni ngena phakathi..... 

           for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×