thula mntanami story part 24 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.24🐦
[13]VL🐦
[Kusekuseni uMbuso noPalisa balambe abazi nokuthi bazodlani ukudla loke bekugcine ezinsukwini ezimbili ezidlulile]
Palisa:-sawubona Mbuso hawu usuvukile njalo ekuseni kanjena
Mbuso:-yebo sengivukile Palisa angithi phela kumele ngiyozama amatoho khona sikwazi ukuthola into esizoyidla
Palisa:-yazi nami ngiyafisa ukwenza something ukuze sthole imali noma nami ngihambisane nawe ngiyophanta nm
Mbuso:-cha cha Palisa kulungile ngizophanta mina ungakhathazeki yezwa
Palisa:-oky ngiyakuzwa Mbuso but nam ngiyafisa ukuthi kubekhona engikuzamayo ngikhathele ukuhlala laph espapulini
Mbuso:-yea ngyakuzwa but hhayi namhlanje oky(embamba isandla)
[Baxoxa nj bahleli phakathi espapulini uPalisa no Mbuso]
Mbuso:-kuzomele ngihambe manje Palisa ngibone kuzolunga yini
Palisa:-kuzolunga uzowuthola umsebenzi nami ngizokubeka emkhulekweni
Mbuso:-oky sharp sale kahle
[Wabephuma eyozama umsebenzi]
Mbuso:-nkosi yami ngicela kube nguwe ongiholayo kuloluhambo lwami ngiwuthole lomsebenzi
[Ehamb'khuluma yedwa]
[Waqala wahambe engena imizi yabantu.abanye behlekisa ngaye bembiza ngephara abanye besho ukumshaya]
Mbuso:-kodwa nkosi yami ngabe kukhona lapho okuzongilungela khona
[Esekhathele eyimvithi lutho ukuthola umsebenzi lapho sekusemini nelanga selishisa]
Mbuso:-angiphelele amandla manje ake ngizame ukucela noma ukudla okuncono
[Nangampela esephinda emumva ehambe engena imizi yabantu ecela ukudla abanye babevele bethele ngamanzi bethi skhathele nguwe phara ndini]
[Wasuka waqonda kalogogo oyindiya laph aqale khona ukucela umsebenzi wabuya eseyocela ukudla ngenhlanhla lamnikeza lamupha nemali u R100]
Indiya:-wena lambile thatha lo food nalomali(limnika)
Mbuso:-hawu thanks medem ngyabonga kakhulu medemu
[Wasuka esehamba ejahe ukuyodla noPalisa lamemeza lelindiya]
Indiya:-hey Mbuso wena buya tomorrow ukhona lomsebenzi wakho ekhuseni
Mbuso:-(ejabula)ngyabonga kakhulu medemu 5:00 ngizobe sengilapho medem
Indiya:-oky bye(limbona ukuthi ubewudinga ngampela umsebenzi)
[Wangabi sabheka ngisho emumva uMbuso ejabule ejahe nokuthi eyodla noPalisa]
Mbuso:-ei ngyabonga nkosiyami uPalisa wabantu kade ekhala ngendlala ngyathemba uzojabula mnje
[Kwavele kwaqhamuka insizwa embili ezigqokise ekwezigebengu zabamba uMbuso zamfaka emontweni]
Mbuso:-nifunani kumina bafethu ngoba angina lutho ngyazihluphekela(ethukile)
[Lapho azikhulumi lutho lezinsizwa zisho zihlinile]
Mbuso:-ngenzeni bafethu!!(ekhala)......
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
