thula mntanami story part 23 by : magolide


thula mntanami story part 23 by : magolide


thula mntanami story part 23 by : magolide 

 🐦Thula Mntanami🐦

               P.23🐦

                  [13]VL🐦


Bahle:-ngicela umvale amehlo mama kaThando ngoba usesishiyile ukuze somboza


[naye ukhuluma nj ziloke zehle njalo izinyembezi uBahle]


Bahle:-ngyaxolisa ngakho konke okukwehlelayo mama ka Thando


MakaThando:-Sbahle kunjena nje kungenxa yakho uwe lo ofake uThando amadimo uThando uberyt kabi umntanami


Bahle:-ngya understand umama lamazwi awasho kimi uwakhulunyiswa ukudinwa 


[Lapho sekushaye no 1 ebusuku]


MakaThando:-Sbahle angisakudingi laph ekhaya sathane ndini


Bahle:-aibo mama ngabe usho ukuthini uyangixosha emzini wakho?


MakaThando:-ngoba ungizwe kahle nje njengamanj qoqa amasakana akho uphume uphele kwami


Bahle:-kodwa mama kaThando awukwazi ukungixosha manj ebusuku uthi ngishonephi?


[Ekhala]


MakaThando:-angihlangene nokuthi uzoyaphi noma ungahamba uyofa nx


[Esukume uBahle eqoqe intezakhe efake ezikhwameni zakhe engene indlela]


Bahle:-usuyosala kahle mama ka Thando ngibonga konke osungenzele kona


[Wabeyophuma ngesango uBahle nekhwama zakhe]

MakaThando:-yini kodw le engiyenzayo ngempela ngingenelwe yini ukuth ngixoshe umntwana olunge kanj


[Esezisola]


MakaThando:-akakazwi ukuhamba uSbahle laph ekhaya


[Ebeyophuma ngesango emlandela esembeka wamfica esethi uzishutheka kwenye indawo eyisikhotha esethi uyolala khona]


MakaThando:-Sbahle!!(ememeza)Bahle(waze wafika kuyena)


[Lapho usejuluke umanzi umaka Thando njoba ebegijima nj ejaha uBahle]


MakaThando:-Bahle ngeke ngikuvumele ulale eskhutheni njenge phara


Bahle:-angithi ungixoshile njkwakho manje ufuna ngenzenjani mmhm?


MakaThando:-ngyaxolisa ngane yami bekungamelanga ngikhulume nawe kanjeya angazi ngingenwe yini ikhanda lamilihlangahlangene


Bahle:-ooh oky


MakaThando:-cela ungixolele mntanami ngisadidwe uThando ukuthi unamadimoni ngapha uMsizi ei yabona nj(ekhale)


Bahle:-oky oky ngya understand ma and futhi ngyakuxolela musa ukhala(emsula izinyembezi)

[Behagane]


MakaThando:-asiphindele ekhaya..letha kuphathise ikhwama zakho


[Emnike bephindele emumva kaZikhali]


Bahle:-mama usuyifonelile kodwa imonto ezolanda uMsizi imyise emakhazeni


MakaThando:-yebo sengiyithintile mntanami ei lendaba ingizwisa ubuhlungu nj


Bahle:-ngizwelana nawe mama kunzima impela lapha emhlabeni


MakaThando:-ungalisho uliphinde lelo Sbahle mntanami akakulimazanga kodw uThando 


Bahle:-cha mama akangilimazanga nakancane ukuthi nj ungithusile indlela avele abayiyo


MakaThando:-nami ngimangalile nj impela hhayi kancane ei ngyaxolisa ngempela Bahle... 

        for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×