thula mntanami story part 22 by : magolide



thula mntanami story part 22 by : magolide



thula mntanami story part 22 by : magolide 

 🐦Thula Mntanami🐦

               P.22🐦

                   [13]VL🐦


[Evuke uThando esebona ukuthi usezumekile uBahle embeke izandla esphongweni eshaye umthandazo wama Satanist]


Thando:-ngibiza nina basemkhathini ngimemeza wena nyokayethu enkulu kunazozonke Lusifa


[Kuvele kuhlangane amafu embhoze unyezi kubemnyama kakhulu emnyango]


Thando:-ngithi nayi i code yakho i 666 ozosebenza ngayo Bahle ngifuna usi joine emkhathini


[Evele ephaphame uBahle egxume emekude noThando]


Bahle:-yini inkinga yakho Thando ucabanga ukuthi wenzani


Thando:-yamkela nayi i code yakho Sbahle ozosebenza ngayo


Bahle:-hhayi kanti umama wayeqinisile jesu wami ungangishi

[Lapho uBahle mayethi ubheka uThando esphongweni usenephambane kanye ne Code 666]


Bahle:-ngegama lika jesu ngithi hamba sathane ngiyekele sathane fire ngithi fire


Thando:-eyi umhm iyo umhm(egqiha)


[Ezwa ngathi khona into emshisayo uThondo kushintshe ekhulumise okwesilwane]


Thando:-mawungafuni ukusi joina Bahle kuyaphoqa ngithathe igazi lakho(esebhonga)


[Ehayize kakhulu uBahle]


Bahle:-sizani!!!...sizani bo!!!jesu wami ungangishiyi smakade(ekhala)


[Kuvuke umakaThando ngokukhulu ukushesha ezwa umsindo ephuthume evuse uMsizi]


MakaThando:-Msizi Msizi vuka bo syobheka ukuthi ingane zidliwa yini nazi zihayisa


[Engavuli uMsizi]


Msizi:-ai ma usungaze ungivuse ebusuku kanje mhlampe uzidakelwe nj uThando yamazi nj nawe


MakaThand:-musa ukungisanganela Msizi awuvuke ziyafa ingane laphana


Msizi:-oky oky ngyeza manje 


[Wabevula iscabha baphutha endlini ka Thando bangabi sabuza lutho bangena nescabha]


Msizi:-kwenzenjani nidliwa yini


[Lapho ubhizi uyathandaza uBahle]


Bahle:-ningalinge nisondele kuyena uThando asikhulekeni ma nawe Msizi


Thando:-ma Msizi nifunani lana ebusuku kanje(lapho uyabhonga)

Msizi:-aibo ma akusiye uThando lo okhuluma la isilwane qobo lwaso


[Bevele bethandaze bonke enhleni]


Thando:-ahh awee niyangishisa iyo(eguqa nangedolo ebhinyilike njengenyoka)


[Lapho amamunike thuba bamubelesele ngomthandazo..wavele waphenduka inyoka washaya ku Msizi ngoba wayeseduze wawaphasi ngeskhathi uMsizi wakhihliza amagwebu waphuma wabaleka uThando]


Bahle:-hawema Msizi Msizi(ekhala)


[Lapho ukhihliza amagwebu ngomlomo uMsizi useleliphasi]


MakaThando:-ingane yami kodwa nkosi uNoluthando ngabi imuphi losathane omhlase


[Bezame ukumphuzisa amanzi evele ehlikize kakhulu uMsizi wabeqonda]


MakaThando:-Msizi!!!!..(esekhala)ungishiyelani kodw ndodana yami


[Lapho uBahle akusavumi noma ekhulume naye ukhihla isililo] 

           for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×