thula mntanami story part 21 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.21🐦
[13]VL🐦
Thando:-bengathandi wena bengithanda imali yakho negazi lakho kuphela
[Ebhizi emunca igazi lika Sipho lapho uSipho useshonile..esuke uThando ephindele kubo efike uBahle esephapheme]
Bahle:-hawu yazi angikuzwanga uvuka mngani uphumaphi vele??
Thando:-ubungeke ungizwe ngikushiye ulele sengathi ufile ngipha e toilet ngyafa isisu tjo
[Eqamba amanga ekhanyise ugesi]
Bahle:-ohh..pho kwenzenjani emlomeni igazi elingaka ulithathaphi seligcwele nasejezini nj
Thando:-mina igazi(eziqaleze ijezi)
Bahle:-zibuke esibukweni ukuthi unjani awuliboni nase jezini lakh
Thando:-nx ohh sengyabona akusilo igazi leli ngihambile ngavusa uma ngale endlini wangiphuzisa omunye umuthi wesisu mshuthi yiwo lo ongithele kanje
[Eqamba amanga]
Bahle:-ohh phela sengithukile mina ngicabanga ukuthi igazi sondela sikhuleke mhlampe nawe uzobancono
Thando:-hhawu udlala ngami mngani mina nokuthandaza ncono kube uwe othandazayo
Bahle:-kulungileke mawusho kanjalo asiguqe phansike
[Nangampela beguqe ethi eqala ukuthandaza uBahle evele ezwe sengathi khona intemshisayo uThando enyenye ephumele ngaphandle]
[Wathandaza waze waqeda uBahle wathi esethi amen evula amehlo kwayikhande engena uThando]
Bahle:-hawu ubusuphumile futhi ekubeni ngisakhuleka and i'm sure ucathamile kade uphuma yini vele ungazwani nomkhuleko
Thando:-ayi ngoba ngazwani nomkhuleko njoba ngishilo nje ukuthi ngihlushwa yisisu..so bengaguni ukukuphazamisa ngacathamake ngathi tshobe otoyi
Bahle:-ohk mshuthi sikubulala ngampelaka isisu ngathi ungancono kdw
Thando:-ngyabonga mnganami nangomkhuleko wakho asethembe uzongiqinisa
Bahle:-yea(kuvele kufike amazwi kamawakhe athi..mntanami uyi Satanism uthando)
Thando:-wasuthula kangaka mngani yini le esikudla manje
Bahle:-eyi inkinga zale ekhaya azivumi ukuphuma ekhanda mihla namalanga sihlale zisekhanda kimi
[Eqambamanga..lapho useqala ukumsola ukuthi ngabe unamadimoni ngempelan njona engazwani nomkhuleko]
Thando:ai into ezokusiza mngani ukuthi silale ukuze uzothi ukupholisa ikhanda kancene
[Usho nj uyazazi ukuthi uphezu kwezingqondo ufuna ukufaka uBahle amadimoni ukuzo beyosebenzela emkhathini bobabili]
Bahle:-ei ngampela mngani hlezi yiko okuyongisiza ukulala ake ngilale gud9yt
[Lapho vele noBahle usenokumsola ubhizi ushaya umkhuleko omcane ngenhliziyo]
Thando:-isiyobonana ekuseni ecime ugezi(bobabili bezenze ngathi balele kanti bagadene ukuth uban ozozumeka kuqala kunomunye)
Syaqhubeka njalo🐦
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
