thula mntanami story part 20 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.20🐦
[13]VL🐦
Palisa:-kona kubuhlungu ngempela Mbuso loku okwenzekayo angifuni ukuqambamanga
Mbuso:-yea akunambitheki neze..wasukhulumisa komntomdala nj wena
[Behleke lapho kusebusuku baleli espapulini]
Palisa:-kahleke sengimdala vele mina manje hawu angisesiyo ingane
[Bexoxe eze eficwe ubuthongo uMbuso ezumeke kungalaleki kuPalisa..ecabangana nezinsizi zakhe eze efikelwe zinyembezi]
Palisa:-kodwa mama ukube usekhona ngabe angisokoli kanje(ekhuluma yedwa ekhala)
[Lapho ikhathi zabo phasi 11 ebusuku..efike umakaPalisa ngoko moya eme eduze nespapuli abaleli kuso ekhale naye]
MaNkosi:-Thula mntanami(ekhala)ngeke kuhlale kunje
[ukhuluma nj uMaNkosi uPalisa akamuzwa futhi akamboni..ubhizi uyakhala noPalisa]
KaZikhali
[uBahle uleli noThando egumbini likaThando evuke uPalisa ekhuluma yedw uBahle ezumekile]
Thando:-ngaze ngalomela igazi ngingake ngithole noma inkomishi eyodwa nj
[Ebuke uBahle]
Thando:-ngiyaxolisa Bahle ngengizokwenza kuwe ngibekezele kwanele
[Kuvele kukhale ucingo lika Thando eliphendule ngokushesha]
Thando:-Hey Sipho bbe wafona ebusuku kanjena kwenzenjani?
Sipho:-sthandwa sami angikhoni nokulala ngicela ukukubona manje
Thando:-usibonile iskhathi kodwa bbe wami njoba uthi ucela ukungibona manj
Sipho:-yea ngisibonile bbe ungakhathazeki vele ngipake la ngakini imonto
Thando:-kulungile ngyeza bbe ukulelihlathi esijwayele ukuhlanganela kulo angithi
Sipho:-yea ngikulo impela bbe
[Ethathe jezi uThando ebheke uBahle]
Thando:-awukasindi wena Sbahle liyeza usuku lakho
[Maqede wacima ugesi waphuma..nangampela emfice uSipho kulelihlathi abajwayele ukuhlanganela kulo]
Sipho:-ngyabonga sthandwa sami ukuthi ukwazile ukuphuma for mina(emhage)
Thando:-bengeke ngaphumi phela sekusho wena babazi lami..uryt kdw
Sipho:-yea ngiryt bbe wena kuhambani kuwena?
Thando:-ai kuryt nakumina njengoba senginomuntu engimthandayo nj
Sipho:-waaaa asingene ngaphakathi emontweni phela ngathenga imonto mina bbe
[Behleke bebe bengena emontweni bexoxe kuze kushaye iskhathi sokuthi ephindele kubo uThando]
Thando:-kumele ngihambe manje sthandwa ngyakuthanda yezwa
Sipho:-uthandwa yimi bbe wami wathi ngikuphelezeleke kancane
[Bathe bengakaphi emontweni wagingqika phasi uThando wabongisa okwenkomo]
Sipho:-hhayibo bbe zikhiphani(ethukile)
[Esondele kuye evele uThando egxume ehlale emqaleni ngezinyo kuSipho]
[Kushintshe nezwi kuThando ekhulumise okwendoda ebhonge]
Thando:-ubucabanga ukuthi ngiyakuthand
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
