thula mntanami story part 2 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P..2🐦
[13]VL🐦
MBuso:-ai angicabangi lutho ma ngisayogeza(ebaleka)
[Sekuntambama kungene uNdlovu ebuya emsebenzini]
Ndlovu:-ooh Magaye unjani kodw nkosikazi wami(ehlale kusofa)
MaCele:-ai ngiyancenga baba wena kuhambe kahle kodw emsebenzi namhlanj
Ndlovu:-kuhambe kahle kakhulu ukuthi nj ngikhathele ngidinga ukudla ngigeze ngilale
Bahle:-ngizokuletha manje baba ukudla kwakho ngisakufudumezile
Ndlovu:-kulungile ntombi hawu muphi ubhuti wakho uMbuso angibonanga nayizolo
Bahle:-ai uphuma manje nj njoba ungena niyaphambana nj
[uMaCele ephume eye esgodlweni sakhe lapha ehlanganisela khona imith yakhe]
MaCele:-lomfama uMbuso ngabe kukhonani akubonile noma akusolayo makunjalo kophoqa ukuth ngimbulale phela
[Lapho ukhuluma yedwa esigodlweni sekuhlwile]
MaCele:-kodw ngoba ingane yam nj uMbuso..ai ake ngikhohlwe uye wothi ngiphakele ihhashi lami
[Esho imfene yakhe]
MaCele:-ngo 00:00 kumele ngyosebenza uMaNkosi uzongithola kahle namhlanj
🐦🐦KaMaNkosi🐦
Palisa:-mama washonaphi ubaba yazi phela angimazi ngisho ethombeni
MaNkosi:-ewu mntanami kwenzenjani wangibuza ngoyihlo
Palisa:-ukuthi mama ezinye izingane ngike ngizilalele zikhuluma ngobaba bazo nami ngifikelwe umbuzo othi kaze owami ukuph
MaNkosi:-ngizokutshela kusasa ngisayolala ngyavuka kusasa
[Esaba ukusho ukuthi wadlwengulwa umlisa angamazi]
Palisa:-wow mama uhlale usho kanje awufuni ukungitshela ngisho nesibongo sakhe
[Esho ekhala]
MaNkosi:-usuqale nini manj ukuqophisana nam Palisa angith ngithe kusasa
[Esukume eyegumbini lakhe efike kungalaleki ecabanga ngalento ka Palisa]
MaNkosi:-(ekhala)njoba ngadlwengulwa indoda engayazi nj ngyothin kumntanam
[Ekhuluma yedwa]
MaNkosi:-mawami nawe baba lapho enikhona ngiboniseni indlela
[uPalisa usekhale edaningi waze wazumekela kusofa..efikelwe iphupho ebone ugogo wakhe]
Palisa:-hawu gogo kanti usaphila phela kuthiwa washona
Gogo:-ngisaphila mzukulu sondola kimi ngikutshele imfihlo
[ukhuluma nj ugogo ka Palisa uflathele..efike eduze kwakhe uPalisa ethi uyamphendula evele eshintshe ugogo kube uMaCele]
Palisa:-sizani sizani(ememeza)
[evule izandla uMaCele makethi uyazibheka uPalisa zigcwele igazi esondele uMaCele]
Palisa:-cela ungangibulali ngayakucele maka Bahle ungangibulali(ephupha)
[kuvuke uMaNkosi eyovusa uPalisa ezwa ekhala]
MaNkosi:-Palisa...Palisa(esho emnyakazisa)vuka vuka
[Ethuke ephaphame uPalisa]
MaNkosi:-yini uphuphani njoba usuhayiza kangaka usuze wajuluka
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
