thula mntanami story part 18 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.18🐦
[13]VL🐦
[Abantu bathi beqeda ukuzwa ukuthi ungumbulali uMaCele bavele baphuma bonke etendeni engakafihlwa nokufihlwa uNdlovu]
MaCele:-ningahambi bandla ngizonichazela yonke into(esho ekhala)
[Lapho abantu abasafune kuzwa luthu hhababodwa ababethi udinga ukushiswa lomfazi lapho useseli noBahle uMaCele]
MaCele:-ngicela ukhulume nabo Bahle mntanami mhlampe bazokuzwa wena abakwazi ukungishiya nesdumbu singafihliwe
Bahle:-ufuna bekhulume nam manj wawunami umbulala angithi uyazi wawu mbulalelani usefileke mudle phela
[Wabephuma noBahle waqoqa intezakhe wangena idlela ebheka kuboThando]
MaCele:-kanti ngoneni emhlabeni lengaka mina(ekhala)ngithethelele nkosi
[Uthe esuka lapho wabona ukuthi ayikho lento wasula izinyembezi]
MaCele:-wothi ngiqedele esengikuqalile vele sebengibalekele bonge abantu
[Wabekhipha umzimba kaNdlovu ebhokisini wayowufaka esgodlweni sakhe waqonde kwenye inyanga ekuthiwa uNsimbi]
KaNsimbi*
[uMaCele usehambe waze wafika qathatha enokhe]
MaCele:-kokoko(engqongqoza kuvule ingane yakhona)sacela abadala
Ingane:-abekho abadala lapha ekhaya ubothi ucela umkhulu ngoba sizihlalela naye kuphela
[Yabe imbiza ingane umkhulu wayo..washo waqhamu]
Nsimbi:-nkosazane kunjani savakashelwa umuntu omuhle kangaka
MaCele:-ei baba ngikuvakashela nje ngiza nezinkinga sezingaphezu kwami
Nsimbi:-kulungile asingene ngale esgodlweni sami ngizwe kahle lezinkinga zakho
[Nangampela behambe bengene ngaphakathi esgodlweni sika Nsimbi behlale phasi]
Nsimbi:-awungibheke emehlweni ntombi ungangisabi ngibuke ngqo enhlamvuni zamehlo
[Nangampela enzenjalo uMaCele]
Nsimbi:-yazi ngibona umyeni wakho lapha emehlweni akho uyakhala akaqedi..
MaCele:-yingakhoke ngize lapha kuwe baba ngoba nginethemba lokuthi uwe ongangisiza
Nsimbi:-bangaki abantu osuwababulala(esho ebhekele)
[Engundaze uMaCele efise nokuqamba amanga]
Nsimbi:-ungangiqambeli amanga ngoba mina ngizosiza wena la akumina odinga usizo
MaCele:-umhm..empeleni bathathu baba engisababulele
Nsimbi:-mmm ukhohlele kanti nawe umuhle kanj ntombazane ufuna kusize ngani mina
MaCele:-bayangilandela baba labantu ngifuna behlukane nami phasi ngibe nesithunzi emphakathi ngicebe
Nsimbi:-ohh ufuna ukuceba uyazi thina lapha ekhaya sisebenzisa uMcebo Wegazi ukuze sibe zigwili.
MaCele:-makuzongifakela imali nje loko baba kubuyise nesthunzi sam kulungile ngizokwenza
Nsimbi:-kuhleke masivumelana kuzomele ungilethele umuntu oyigazi lakho lapha ukuze sqale
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
