thula mntanami story part 17 by : magolide

 

thula mntanami story part 17 by : magolide


thula mntanami story part 17 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

               P.17🐦

                 [13]VL🐦


Bahle:-hawu mama wazi kanjani ukuthi ukuthi uThando unamadimoni..ngabe uyasho nj ukuthi awumthandi


MaCele:- hhayi we Sbahle ngyakukhuza yeka inkani uboke ulalele ngelinyi ilanga syezwana


Bahle:-kodwa mama umngani oryt loya uthando kanti futhike ungisizile izolo 


MaCele:-kulungileke nkanini ungath angikutshelanga mase unezinkinga


5 days ago


[Kuka MaCele bahleli etendeni usuku lokufihlwa kuka myeni kaMaCele]


MaCele:-kodwa ngomyeni wami ngyazisa ngizoba yini ngaphandle kwakhe(ezikhalisa)


Bahle:-thula kuzodlula konke yize kunzima nj(ekhala naye)uMbuso usengaze ebulale ubaba pho


MaCele:-waze wangiyala uMbuso kanye nalo Palisa wakhona


Mfundisi:-sesingamthatha uMnumzane uNdlovu siyombeka endlini yakho yokugcina


[Ethi eqeda ukusho njalo uMfundisi evuse amehlo uMaCele ethi uyasukuma evele ubone uNdlovu no MaNkosi..ehlahle kakhulu amehlo]


Bahle:-yindaba ma uthuswa yini kumele sihambe syemathuneni manje


[Ethule uMaCele engasho lutho endwaze lapho uyena kuphela obona uMaNkosi kanye no Ndlovu]


Bahle:-(emnyakazise)hhayibo ma kumele sihambe sukuma(emsukumisa)


[Esondele uNdlovu beno MaNkosi ethuke kakhulu uMaCele]


Bahle:-ma kwenzenjani kade udwazele laphaya kuleyandawo yinindaba(ebuza ngokukhathazek)


MaCele:-ai khululeka mntanami akholutho akunankinga asambe


Ndlovu:-awuyindawo batshele iqiniso lonke njoba linjalo ukuthi wenzani kuthina noMaNkosi


MaCele:-aibo angenzanga lutho mina hambani la(ehayize)


[Bephenduke bonke abantu bebuke uMaNkosi bexakeke ukuthi kwenzenjani]


Bahle:-hhaibo kwenzakalani ngomama(ecabanga ukuthi uyahlanya)


Ndlovu:-MaCele tshela abantu ukuthi wangibulala tshela abantu batshele batshele


MaCele:-ngeke nikubone loko niyanya nafa nina hambani la hlukanani nami phasi


Ndlovo:-ngeke ukuthole ukuphumuya impilo yakho yonke bengakalazi iqiniso


[Wabesondela uMaNkosi wafike wabuka gqo uMaCele enhlamvini zamehlo..wezwa ngathi khona okumshisayo emehlweni uMaCele]


MaCele:-kulungile ngizobatshela ngizobatshela(esephuma igazi ngamehlo)


[Lapho abantu sebemangele ukuthi kwenzenjani sebeqolozele uMaCele becabanga ukuthi uyahlany]


MaCele:-wooo mfundisi imi kancane ngaphambi kokuthi somfihla ubaba kunento ekumele ngiyisho


Mfundisi:-kulungile mama ungakhuluma


MaCele:-ngyaxolisa mphakathi wakithi ngaloku engizokusho kodwa kumele nazi ukuthi yimina owabulala umyeni wami kanye no MaNkosi


Bahle:-ini wenzeni ungiqambela amanga uthi uMbuso no Palisa ababulali kanti uwe ngyakuzonda 

             for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×