thula mntanami story part 14 by : magolide

 


thula mntanami story part 14 by : magolide



thula mntanami story part 14 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

               P.14🐦

                    [13]VL🐦


Palisa:-yini leyo ofuna ukuyisho kumina Mbuso


Mbuso:-Palisa umawami uma owenza konke loku(ehlengezele izinyembez)


Palisa:-angikuzwa mina Mbuso umawakho owenzeni ngyaxakwa mawuvele ukhala nj


Mbuso:-ngyaxolisa Palisa uMaCele owabulala umawakho ngyaxolisa kdw bekumele ulazi iqiniso


Palisa:-(wavele wakhala)unamanga Mbuso unamanga umawakho ngeke ekwenze loku kuma(ekhala)


Mbuso:-ungixolele Palisa kodwa bekumele ukwazi lokhu konke engikushoyo kuyiqiniso


Palisa:-ngyamzonda umawakho Mbuso ngyamuzonda ngyoze ngife ngimnyanya ubehlezi engisongela mangikini 


Mbuso:-nakho okunye Palisa kuzomele unyamalale kulendawo ngoba nawe ukufuna ufile nami ngokunjalo


Palisa:-njoba uthi kuzomele nginyamalale ngizishonaphi ngoba uyazi ngisele ngedwa manj


Mbuso:-angazi angazi Palisa uzoya noma isezihlobeni uzobona nje nawe nm ngizama ukusiza wena la


Palisa:-Mbuso akuna sihlobo engingaya kuso ngoba nomalume wami bamdubula egoli igama lakhe ayaziwa ngalo uGam'over


Mbuso:-ngyaxolisa ukuzwa loko(embamba isandla)nanti nezulu linqamuka ngisayopakisha ekhaya ukuze makuhlwa nj nginyamalale


Palisa:-Mbuso uthini ngami uthini ngo cc wakho uBahle ubabakho yena


[Bebukane emehlweni]


Mbuso:-kungile ngizohamba nawe sizobona sibhekaphi nezwe vele uBahle intandokazi kuMaCele











Palisa:-mshuthi nami ngingabe ngipakisha intezami 


Mbuso:-yeah(wabephuma eyakubo)


[Mayefika kubo ubaba wakhe uleli phambi komnyango uphuma igazi ngamadlebe nomlomo]


Mbuso:-baba ubani okwenzenjena[emnyakazise]Ndlovu kwenzenjani(ekhale)


Ndlovu:-Mbuso ngyakuthanda mfana wami ungisize ungigadele usisi wakho uSbahle


[ukhuluma nj uNdlovu uyabona umoya usuyaphuma]


Mbuso:-baba ngabe umama okwenze nj..baba ungangishiyi(ekhalami)


Ndlovu:-baleka Mbuso uyeza uzokubulala nawe baleka mfana wami 


Mbuso:-angikwazi ukukushiya lana baba angikwazi Gatsheni










Ndlovu:-kuphelile ngami Mbuso nisize ningamlahli uPalisa ungi sisi wenu naye..hamba Mbuso baleka 


[Wangabi sathatha nentezakhe iMbuso wasuka ngejubane ejahe ukothatha uPalisa uthe efulathela nj uMbuso wabethula uNdlovu]


[Wadla ngejubane waze wangena kubo Palisa uMbuso]


Palisa:-hhyibo sekwenzenjani manje Mbuso wasungena ngejubane elingala nj


Mbuso:-kuzomele sihambe Palisa njengamanje(lapho usejuluke wamanzi)


Palisa:-kwenzakalani Mbuso 


Mbuso:-umama usifuna sifile njengamanje useqedile ngobaba asambe uzokwazi ngendlela okunye


Palisa:-kanti unjani lomfazi kulungile asambe 


[Baphuma ngamajubane] 

         for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×