thula mntanami story part 15 by : magolide

 


thula mntanami story part 15 by : magolide



thula mntanami story part 15 by : magolide 


🐦Thula Mntanami🐦

                P.15🐦

                  [13]VL🐦


[Bebaleke beze bekhathale]


Palisa:-ai mina Mbuso ngikhathele nanje kade umuntu egijimo ngomele namanzi futhi


Mbuso:-khona umfula okulela hlashana lapha ngezansi asambe syophuza khona khona sothola nomthunzi sphumule


[Nangampela bengene kulelihla beqonde emfuleni bephuze maqede behlale phasi kwesihlahla]


Mbuso:-lase selishisa kangaka lelilanga mnje ungazuphike ukuthi liqeda kunetha


[Lapho uPalisa uthuli ubheke uMbuso emehlweni]


Mbuso:-aike waze wangindwazela ke bo yini uyangifunani


Palisa:-kahleke ukubheda nj hawu kona umakungathiwa ngiyakufuna ungavumani ukuthandana nam njoba ngintandane ehlupheke kanj


Mbuso:-aibo kanti mina ngizobe ngibheke ukuhlupheka kwakhoni noma ukuthi awunazalini?


Palisa:-(ehleke)ai cut..cut asiyivale nj kusa eli le topic ingaze ifike kude


Mbuso:-mhlampe kuyosiza ngampela ukuthi ivalwe ngoba lobu shama bami ihee cut


[Behleke]


Palisa:-yazi ngangingazi ukuthi kanti ubheda kanje wena doti


[Bexoxe beze beficwe ubuthongo phasi kwesihlahla..bezumeke iskhathi eside]


Mbuso:-cela ungangibulali hhe ena(ephupha)


[Lapho uphupha umawakhe ngathi uyambona uzobabulala..umphupha ethi nganithola kahle nobabili]


Mbuso:-Mbulala mina akenzanga lutho uPalisa(ephupha)











[Kube sengathi uMbuso uyambona umawakhe ezogenca uPalisa ngembazo evuza igazi egxume maqede ephaphame ethuse noPalisa evuke]


Palisa:-kwenzenjani Mbusu njoba ungithusa nj ugxunyiswa yini vele?


Mbuso:-kuzomele sihambela Palisa njenga manje asambe


[Bebe besukuma behamba bengazi nokuthi bayaphi]


KaZikhali


[uBahle uhleli nomndeni kaThando bayazixoxela kumnandi kungene ubhuti kaThando uMsizi]


Msizi:-sanibonani ngaze ngalamba sisi wami uphekeni namhlanje


Thando:-ukube uyazike akuphekanga mina kupheke umngani wamilo(ekhomba uBahle)


Msizi:-ohh(elule isandla exhawule uBahle)ngu Msizi mina ubhuti walolu hlanya eluThando


Bahle:-ngyajabula ukwazi Msizi mina ngu Sbahle waka Ndlovu umngani ka Thando


Thando:-dedelanani phela seniyafunanani kanti


[Kukhuze umakaThando]


MakaThando:-kahle wena Thando usuthini manje enganeni zami












Msizi:-unomona lo wena ma ngyamazi ngikhule naye


Thando:-ai suka we Bahle umgade mhlampe usekubambe ngalo muthi wakhe nj lo


[Kuhlekwe endlini]


Bahle:-kanti usebenzisa umuthi bhuti uMsizi


[Bathe besxoxa babona kubamnyama suncu endlini kuthe kukhanya babona uMaCele]


MaCele:-ngisazolanda ingane yami..niryt kodwa endlini


MakaThando:-uyamazi Sbahle lomama


Bahle:-yebo maka Thando ngyamazi 

          for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×