thula mntanami story part 11 by : magolide

 

thula mntanami story part 11 by : magolide


thula mntanami story part 11 by : magolide 

🐦Thula Mntanami🐦

                P.11🐦

                    [13]VL🐦


Ndlovu:-yewena mfana ngabe udakwe utshwala awubheke nj


Mbuso:-cha baba angibaze ngibulokothe nawe uyazi angibuthinti baba


Ndlovu:-pho kungani ulele emnyango ekuseni kanje emnyongo nokwenza












Mbuso:-angazi baba ukuthi kwenzekeni baba kunento ekumele ngikutshele yona


Ndlovu:-kungabe yini leyonto ofuna ukungitshela yona ndodana 


Mbuso:-imayelana no mah lento and ibalulekile ukuthi uyazi baba


Ndlovu:-kulungile ndodana uzongazisa uma sesisendlini ngisafuna ukuyowenza ukudla kuqala


Mbuso:-oky Gatsheni nami ngizoqale ngiyogeza kuqala bese ngiza ngasekhishini


Ndlovu:-phuthumake ndodana..hawu ungakayikogeza nj bakuph osisi bakho












Mbuso:-ai baba angibazi abekhoni emakameleni abo 


Ndlovu:-cha kade ngibabheka lutho


[Eqale eshawe uvalo umbuso uma ezwa kuthiwa odadewabo abaziwa]


Mbuso:-baba kuncono ngikutshele yona manje lendaba ngaphambi kokuba ngize ngikhohlwe nj


Ndlovu:-ewu kade ungishusha ngalendaba yakho ngabe ufuna ukuthini khuluma ngilalele


Mbuso:-baba ngicela ungikholwe kuko konke engizokutshela kona ngoba kuliqiniso


Ndlovu:-(eqale ebecrc)oky ngilalele mfana wami


Mbuso:-baba wami uMah wami uMaCele akasiye lomuntu ocabanga ukuthi unguye


Ndlovu:-ngyakuzwa uyakhuluma ndodana kodwa angiyizwa lenkulumo yakho ukuthi ibhekephi


Mbuso:-oky uyakhumbula ngosuku asishiya ngalo umama uMaNkosi


Ndlovu:-ngyakhumbula mfana wami ngikhumbula kahle


Mbuso:-ucabanga ukuthi wabulawa yini njengoba phela wayengaguli


Ndlovu:-ai angazi waloke ungizungeza nje nendaba ndodana hlala odabeni


Mbuso:-cha baba ukuthi ngifuna ukuqoqa bonke ubufakazi kuqala ukuze masengihlala odabeni kusheshe kucace konke


Ndlovu:-oky ngilalele


Mbuso:-baba njengoba ungifice ngileli lapha eduze nesgodlo sikamama kunento akade eyikhuluma umama ebusuku khona la


Ndlovu:-hhayibo umawakho ubelapha ebusuku kanjani ngoba ngivuke ngileli naye











Mbuso:-ngicela ungilalele baba 


Ndlovu:-ngilalele Mbuso ndodana


Mbuso:-umama ubezwakala ephehla izinkamba zakhe ekhuluma kuzona


Ndlovu:-ngabekhona okuzwile kuloku abekukhuluma ezinkambeni


Mbuso:-yebo ubethi kuzomele ngibulawe kuphinde kubulawe noPalisa


Ndlovu:-ngobani ngobani Mbuso nibulawelani nibulawa ubani nenzeni


Mbuso:-uthe mina kumele ngibulawe nguwe baba wathi uPalisa uzozibambela ngoba ufuna nomcebo wakubo


Ndlovu:-ai ai mfana wami thana uyadlala mhlampe awuzwanga kahle usuyahlanyani kanti lomfazi mina ngeke ngibulale ingane zam


Mbuso:-uzobe ungazikhetheli baba umuthi okhulumay 

        for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×