thula mntanami story part 12 by : magolide
🐦Thula Mntanami🐦
P.12
[13]VL
Ndlovu:-kona uqinisile mfana wami kodwake ngisazoke ngiyibhekisise kahle lendaba ongitshela yona
Mbuso:-kulungile baba akunankinga ngisaya kogeza
[Washona endlini yakhe uMbuso washiya uNdlovu emile ecabanga loludaba..kuqhamuke umkakhe]
MaCele:-hawu baba kwenzenjani wama wedwa enyango and ngathi khona okukudlayo nj
Ndlovu:-ei yabona impela mkami ngicabanga umsebenzi esengizobhekana nawo kusasa emsebenzin nj ngangenanga namhlanj nj
MaCele:-ungakhathazeki kakhulu baba ngicela singene endlini ukudla sekuryt
Ndlovu:-oky kulungile Magaye ngizokufica endlini ngyeza manje nj
MaCele:-oryt baba kungazeke kubande ukudla kwakho(wabengena endlini uMaCele)
Ndlovu:-umangabe uqinisile uMbuso ngalento mshuthi engangibulala nam lomfazi
[Ekhuluma yedwa ehambe engene endlini efike ehlale phasi eqhamuke uMaCele nokudla]
MaCele:-ngicele ungibambeleke Gatsheni nakhu ukudla kwakho myeni wami
[Ekuthathe uNdlovu yize engasathembi lutho esesaba ukuthi ngase emfakele ushevu]
Ndlovu:-mkami thatha nakhu okwami ukudla mina ngithathe loko kwakho
MaCele:-hawu ngobani baba(ehleke)
Ndlovu:-ai ukuthi mkami kade sagcina ukushintshana ngezinto kwaphelelaphi ukuthi okwami okwakho okwakho okwami
[Bebe behleka]
MaCele:-ihaba kodwa myeni wami kulungile singashintshanake kodw unehaba hawu
[Kungenebu uMbuso besandla]
MaCele:-ohh Mbuso mfana wami kungale ekhishini ukudla kwakho
Mbuso:-ngyabonga kodw angilambanga okwamanj ngizobuye ngidle
[Esho eqamba manga]
MaCele:-nayizolo ebusuku awbaze udle namanje uthi awulambanga uryt kodw empilweni
Mbuso:-yebo ngiryt ma- ngisayobheka oBahle kuboka Palisa
MaCele:-bazobuya mntanami wazikhathaza ngabo nj bayazi bona bayephi
Mbuso:-kodwa mama...
MaCele:-kodwa mama wani Mbuso badala labantu eskhuluma ngabo
Ndlovu:-Magaye myekele umfana oyobabheka osisi bakhe mshuthi usebakhumbule
MaCele:-kulungileke Mbuso nangu ethi ubaba wakho ungababheka
Ndlovu:-Mbuso nisheshe nibuye lapho nikhumbule kushoniwe and ika Nkosi akhona kaNdlovu
Mbuso:-kodw phela baba ngeke sishiye uPalisa yedwa uyasidinga nj
Ndlovu:-kulungile phela nizobuya naye angifuni abantu begcina sebesikhuluma bethu sekube ukuhamba uMaNkosi sasala sathola umuzi
MaCele:-kodw baba kuzomele siwuthathe vele loyamuzi njoba no Palisa esehlala laph nj
Ndlovu:-mkami thula mawungazi uzothini kanti uPalisa uyohlala engakani ngoba uyowufuna umuzi wakubo masemdala naye
MaCele:-shwele myeni wami kushelele ulimi
Ndlovu:-mxm
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
