Islilo sothando (IBhokisi) story part 29 by : magolide

 

Islilo sothando (IBhokisi) story part 29 by : magolide


Islilo sothando (IBhokisi) story part 29 by : magolide 

😭ISlilo soThando😭

     ⚰[IBhokisi]⚰


P29


uAphiwe beno Magolide besho bengene emontweni ka baba wabo njoba besanda kuthola i call ephuma ko Lungelo nj 


Aphiwe>mft yazi angiyizwa lento oyishoyo bafo athi lamajita kwenzenjani mft?


Magolide>angazi kahle nam Qwabe u Lungelo uvele wathi usesishiyile then wa dropha ifoni

Aphiwe>kulungile songena manje ka Mzethi bazosichazela kahle


[washo wayipresa kakhulu imonto ibheke ka Mzethi ishosholoze ize iyongena ka Mzethi bebe bepaka badilika bayonokha]


Magolide>nqo..nqo Mzethi(enokha)Mzethi Ayanda


[kungasabeli muntu]


Magolide>awekho lamajita la yazi mhlampe baka Ntuli kubo Lungelo


Aphiwe>asiphuthume khona bafo ngena emontweni sambe


[besho bengene emontweni bathe sebeyophuma esangweni behlangane nemonto yamaphoyisa ibavimbe]


Aphiwe>asikaze sebe ngisho inkukhu njoba senisivimba nj nifunani


Police>noma isinishiyile ibhoza yenu yobugebengu nisadelela


Aphiwe>ukhuluma ngani vele?


Police>nceseni ukuthi anazi ukuthi uMzethi udutshuliwe


Magolide>noma kungathiwa animfuni kanjani u Mzethi kdw mase nizomfisela ukufa nidakiwe kungamane kuphele nokuthi ningama phoyisa anisatshiwe phela


Police>salani kanjaloke(behleka maqede behambe)


[beqhubeke no Aphiwe behambe bebheke ka Ntuli]


Magolide>manje bafo mawucabanga aqinisile lama hata


Aphiwe>ayikho leyonto bafo sungaze uthembe laba nescefe


[iqhubeke ihambe imonto ithi isashosholoza emgwaqweni kufone u Ayanda efonele u Magolide]


Magolide>sho Ayanda nibo Lungelo angithi?


Ayanda>bafethu uMzethi udutshuliwe namhlanje(eshole evale ifoni)


[uMagolide evele eyidedele phasi ifoni ekhale lapho basemontweni iyahamba]


Aphiwe>kwenzenjani bafo khuluma mft


Magolide>uMzethi iqiniso usishiyile akasekho


[wavele zagcwala amehlo inyembezi wabambelela ekhanda wakhohlwa nakuthi uyashayela wezwa nge hutha bathi bevusa amehlo bashayisana neteki zacima ibani]


KaNtuli


Ayanda>ithini manje indlela yokuya phambili makunje


[uthe engakaphenduli nje uLungelo kwabe kungena i msg ethi uwe olandelayo wavele wathuka woma uLungelo]


Ayanda>kwenzenjani manje bhuda waswansa nj?

Lungelo>buka la(emfundisa)


Ayanda>kuyacaca nami maduze ngizobe ngifuneka


Lungelo>mabengibulala mnje kuzovalwa ngehlahla ekhaya(ethukile)


Ayanda>nam ngokunjalo mft eyi kunzima ucabanga senzenjani?


Lungelo>angazi kuncono ukube kusaphila uMzethi bedubule mina kuqala yazi


Ayanda>asibaleke mft kulendawo(ethukile)


Lungelo>angiyindawo bonke engibathandayo baphelel kulendawo nami ngofela la


Ayanda>ai ngoba sbaleka mft

           for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×