Islilo sothando (IBhokisi) story part 30 final by : magolide

 



Islilo sothando (IBhokisi) story part 30 final by : magolide



Islilo sothando (IBhokisi) story part 30 final by : magolide 


😭ISlilo soThando😭

     ⚰[IBhokisi]⚰


Final p30


Ayanda>ayi ngoba sbaleka mft nawe uyazi ukuhlehla kwenkunzi isuke isayolanda amandla


Lungelo>ngyakuzwa mft and asiphephile ngempela..abasafiki nalabafana baka Gumede


Ayanda>balibale kuphi ngempela manje wothi ngizame ukubathinta


[esho ebafonele iringe ifoni ingabanjwa ebazame futhi ingabanjwa]


Ayanda>awasayibambike ifoni lamajita yazi mft


Lungelo>bayofona masebethanda ake sibayekele kanjena nj njoba sihamba nj kulendawo soya kuphi?


Ayanda>angazi ngempela mft kdw icebo lozakha 


Lungele>kulungile asinyamalale

[besho beyongena emontweni ebeqalaza kokugcina kubo u Lungelo zehle inyembezi]


Ayanda>ungabi sakhala mft noma abantu besibulalela ubala nj minake umndeni wam wabulawa ngimncane ngubhekile


Lungelo>kunzima emhlabeni mft


[Isho ishosholoze imonto yize bengazi nokuthi bayakuphi]


Lungelo>asiqale kuNxeba mft simazise ngodaba esibhekene nalo 


Ayanda>angiboni inkinga mft


[ishosholoze imonto ize iyongena kaNxeba bemfice ezihlalele emnyango eqoba imithi yakhe besho bedilike emontweni]


Nxeba>ngavakashelwa amadoda amakhulu ekade ngawagcina ngabe sekwenzenjani


Lungelo>Nxebalendoda asihleli nyangenkulu


Nxeba>aphuthumaphi amadoda..hawu uphi uMzethi nafika nobabili?


Ayanda>yikona impela okusilethe lapha loko Nxeba(kuvele kwehle izinyembezi)


Nxeba>khulumani madoda navele nakhala kwenzenjani(emangele)


Lungelo>uMzethi usesishiyile Nxebalendoda


Nxeba>oMzethi abasekho(ehlengezela izinyembezi)kwenzekeni?


Lungelo>zimdubulile izinja(ekhale naye)


Nxeba>obani abenze loko bamdubule nini?

Ayanda>udutshulwe namhlanj khona manj emini asazi ukuthi obani kdw ngisasho namanje ngisola ozamane


Nxeba>pho nina njoba nithi anihleli niyakuphi manje bafana bami


Lungelo>nathi asazi kdw siyahamba kulendawo mnje coz asisaphephile nam sengithunyelwe no mlayezo othi yimi olandelayo


Nxeba>ngizohamba nani madoda kunomuzi wami osegoli sizohlala kuwona noma inyanga eyodwa ngithi ukuniqinisa kumele nimlwele uMzethi njoba engasekho nj ei ngoMzethi kdw madoda(ebonakala ukuthi uyakhala yize ezama ukuzibamba)


Lungelo>bambulalela ubala nj umfowethu abanye bathi uyisgebengu ekubeni engantshontshi bambulalela amandlakhe nj


Nxeba>imani kancane madoda ngyabuya sohamban manje


[wabeqonda esigodlweni sakhe wabuya nekhwama zakhe wazifaka emontweni yo Lungelo maqede wayovalelisa kumndeni wakhe]


Nxeba>asingeneni emontweni sambeni madoda


[basho bayongena emontweni yabe iphuma kaNxeba lapho isibheke egoli emzini ka Nxeba wesibili]


😭⚰⚰😭 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×