Islilo sothando (IBhokisi) story part 28 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P28
prev.On
Ayanda>ungangishiyi Mzethi mft ungangishiyi malume wam(ekhala)
[uLungelo ethinte uMzethi ngasemqaleni maqede esukume esethwala izandla ekhanda ekhale]
Lungelo>Ayanda usesishiyile umfowethu akasekho akasekho
[lapho abantu bathuli bayabukela nje]
Lungelo>lala kahle Mzethi mnganami ngaqale ngashiwa uSphe manje sekunguwe(ekhala)abenze loku ngyathembisa sobabamba 1 by 1
Ayanda>ngyabazi abenze loku kdw o Mzema akabuzwa(ekhala)
Lungelo>wonke umuntu akabuyele eceleni beme 1 side
[besho beme ngandawonye abantu uLungelo no Ayanda bedonse ibhamu beziqhumise emoyeni qho..qho..qho maqede beyongena emontweni esho eyi spine u Lungelo lapho baqhumisa nebhamu maqede besuke behambe bemshiye kanjalo u Mzethi]
Lungelo>ntwana fonela imonto ezoyolanda u Mzethi
[lapho bakhala mi izinyembezi esho eyifonele u Ayanda]
Ayanda>bathi bayeza manje bazomlanda mft
Lungelo>kulungile mft
[lapho imonto ayigijimeli ukuthi kube kuhle basho bayakhala]
Ayanda>mft angisenamuntu mina emhlabeni uMzethi ubese eyikho konke kimi mft since kwabalawa umndeni wam nj
Lungelo>nami ngilimele mft emoyeni ngilimenj uMzethi ubesefana nobhuti kimi engibonisa u wrong no right so yingakho kumele senze ubulungiswa fo yena
[eyihubhe imonto ize iyongena qathatha la ekuhlala khona o Zamani emini ka bha besho bedilike emontweni lapho ibhamu baziphethe ngesandla befike bengene necabha kulendlu yoZamani befice lamantombazane asebenzela ozamani]
Lungelo>zonke ifebe e sayidini..Zamani(ememe)
[ngebhadi bengabafici oZamini]
Ayanda>wothi ngishiye ubufakazi bokuthi besifikile(washo wadubula wonke lamantombazane abawaficile)
Lungelo>asimashe boy
[bathe bephumela emnyango nj u Lungelo waqonda kule khumbi yo Zamani abasanda kuyithenga wayokhela ngentshisi bayishiya ingqngqa bangena emontweni baphinda emumva lapho badinwe bayaqhuma]
Lungelo>lezizinja ngizozithola yezwa(ekhala)kdw ngo Mzethi umnganami ubhuti wam
Ayanda>yabona mft ei(kungavumi nokuthi ekhulume evelekhale)
Lungelo>qina mft(ekhala naye)
[maqede edonse ifoni uLungelo enele uMagolide]
Magolide>sho Lungelo
[ethule uLungelo]
Magolide>wendoda wafona maqede wathula no i airtime iningi uyachoma(ezidlalela)
Lungelo>akasekho mft usesishiyi(esho evale ifoni)
Magolide>ukhuluma ngani ubani osenishiyile hello hello demedi
Aphiwe>kwenzenjani bafo?
Magolide>angazi kumele sishaye imonto syobheka oMzethi angimuzwa nam uLungelo uthi uthisebeshiwe ubani
Aphiwe>asambe kulindweni pho mft
Iyaqhubeka⚰😭
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
