Islilo sothando (IBhokisi) story part 26 by : magolide

 

Islilo sothando (IBhokisi) story part 26 by : magolide


Islilo sothando (IBhokisi) story part 26 by : magolide 

😭ISlilo soThando😭

    ⚰[IBhokisi]⚰


P26


Kusemini u Samke ubuya esitolo ehlangane no Aphiwe ezihambela ngemonto kababa wakhe eyimise u Aphiwe imonto maqede edilike kuyo evimbe u Samke


Aphiwe>kuliqiniso impela ukuthi izintaba azihlangani kepha abantu bayahlangana saphinde sabonana ntombi unjani kdw?

Samke>ngiyaphila bhuti wami wena unjani empilweni?


Aphiwe>ngikahle kakhulu yize nginxenye engizwa sengathi iphukile enhlizweni yam


Samke>sorry bandla..ngisacela ukuhamba yaz ngithunyiwe


Aphiwe>ungangena emontweni ngikuphe u lift


Samke>cha ngyabonga o lift bobhuti engabazi 


Aphiwe>hawu ntombi awusangiboni ngazichaza nj kuwe ngenkathi ngikufica phasi kwesihlahla ulelikhona


Samke>pho loko kusho ukuthi uzoloko ungilandela makukuthi wangisiza?


[esho ehambe u Samke emlandele u Aphiwe]


Aphiwe>manje awufuni nokuthi ngikuphelezele?


Samke>plz hlukana nami webhuti wabantu plz


Aphiwe>uze wazi ntombi ukuthi mina ngizalwa kagayumuthi


[esho ephinda emumva engene emontweni u Aphiwe eyishaye izule ebheke kubo]


KaMzethi


uMzethi uzihlalele no Aphiwe kanye no Lungelo


Lungelo>bolova niyalizwa lelilanga kdw ukuthi lishisa kanjani

Ayanda>ei libasile lona mft


Mzethi>awuphose la okhiye bemonto Lungelo ngiyonithengela i drink


Lungelo>(emphosele)ngabe udlala ngathi uyobona le ntombi yakho


Mzethi>ngeke ngiyenze leyonto bolova


[esho ephume eyongena emontwe ethi engakasuki nj kuqhamuke u Ayanda ngejubane]


Ayanda>usushiye ivolovolo lakho la mft 


Mzethi>danki ntwana


[ephindele endlini u Ayanda uMzethi ebephuma naye ngemonto ebheke estolo kanti kunemonto ezimlandelayo ezithunyelwe oZamani yena akaziboni uMzethi ehambe eze efike estolo ethenge i drink namakhekhe maqede ephume esetolo eqonde emontwe uthe engakafiki nj wezwa ngenhlamvu isingena kuye esifubeni wadedela i drink phasi wathi uzama ukudonsa isbhamu sakhe bamphinda waguqa phasi ngedolo wasidonsa kunjalo wabedubula wagigqa 2 wegebengu zo Zamani zathula sametime kwadlakona ukuthi baningi labantu abebemlandela wezwa ngezinye izinhlamvu sezingena kuye emhlane wathi uyabekezela bamphinda waphelelwa amandla walala phasi lapho usephuma igazi ngomlomo kwabe kudilika u Zamani emontweni yabo weza ku Mzethi]


Zamani>ya Mzethi ngasho ngathi ngizokubamba(ehleka)


Mzethi>ningibulalelani bafethu(ekhohlela igazi)


Zamani>bonke abangiphazamisa endleleni yami ngibenza nj(wabemfaka inhlamvu ekhanda)


[esuke eyongena emontweni]


Zamani>asambeni madoda sobabamba 1 by 1(ehleka)


[zisho zisuke imonto abahamba ngazo negebengu zakhe]⚰ 

         for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×