Islilo sothando (IBhokisi) story part 20 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P20
9 Days later
Kuka Gumede uGumede usephumile esibhedlela uhlezi yedwa uyakhala uyabalisa
Gumede>isenzo engasenza kumkami siyanginyanyisa into esingifanele nje ukufa
[ekhala]
Gumede>akusangifanele nhlobo ukuphila abafana bami basejele ngenxa yam naloluphuzo oludakayo konje yini ekumele ngiyenze
[ezibuza eziphendula]
Gumede>oky kumele ngihambe ngyemaphoyiseni ngyojezela icala lami ukuze kuzophuma abafana bami noma ngafela khona ejele kulungile vel yiyo into engifanele manje
[maqede ethule ebheke phasi zehle zilandelana izinyembezi esecabanga lezinsuku besephelele kamnandi bewumndeni ehleli nomkakhe bexoxa ngekusasa labo maqede esule izinyembezi]
Gumede>ukulibele ngikhala ngeke kungisize kuzomele ngyokhipha abafana bami ejele yize bengeke bephinde bengixolele kanti nami angisobuye ngizixolele
[esukuma ephuma eseya ejele]
KaSbiya
uMaDludlu usabuya esibhedlela yize eseshawa isifo senhliziyo kanti no Samke wagcina esizakele mhla beya enyangeni yafike yamnika umuthi ozomelapha yize esawusebenzisa engakaqedi insuku akalelwa zona lapho uNomonde uthuli ubonakala ebusweni ukuthi akakho ryt
MaDludlu>kdw Nomonde mntanami yini le ekudla kangaka kusukela kukensuku ezedlule nj akusiyena uMonde engimaziyo nj
Samke>uma uqinisile ngampela sisi wam and ungakhuluma nam ngu sisi wakho
[kuvele kudilike izinyembezi kuMonde]
Monde>ma sekuphele insuku eningi kakhulu ngamboni what if usenkingeni
MaDludlu>ukhuluma ngobani mntanami(ebuza ngomoya ophasi)
Monde>uMagolide Gumede ma angikwazi ukusonga izandla nj ngo mnganami ngibe ngazi nokuthi ukuphi(ekhala)
MaDludlu>mhlampe umfana usazivalele kubo uzihlalele nomndeni wakhe kamnandi wenanje ukhathazwa ubala
[lapho u Samke akazi nokuthi kukhulunywa ngobani]
Monde>ma wam akwazi ukube akafiki nokuzolusa inkomo zakubo ngoba phela zihlezi ziluswe nguye
MaDludlu>mntanami musa ukuzikhathaza kakhulu noma ngathiwa usenkingeni unabo abantu bakubo bazomsiza
Monde>hhaybo ma(ephakamisa umoya)asikwazi ukusonga izandla kokuqa uye lomfana owasisiza ekuthini sthole u Sam.(ezibambe)ma wadela impilo yakhe ngyaxolisa ukukuphakamisela umoya
[esho ephume]
MaDludlu>Nomonde uyakuphi manje Monde(ememeza)
Samke>Ma..
[bemvale]
MaDludlu>uqinisile kdw kumele kubekhona esikwenzayo
Samke>cabanga ukuthi yini ekumele siyenze ma?
MaDludlu>angazi mntanami kdw mele senze something
Samke>kulungile ma ngyakuzwa
[esukuma elandela uMonde engaboni nokuthi ushone ngakuphi]
Emhubeni..
Mxo>ye Zamani
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
