Islilo sothando (IBhokisi) story part 21 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P21
Prev.On
Mxo>ye Zamani sgebengu sami uyabona kdw ukuthi uMzethi uyasijawayela nalegenge yakhe
Zamani>angikuqondi njayami ukhuluma ngani vele vele?
Mxo>uMzethi mft wafika la wasisongela maqede wayothatha u Samke esbhedlela buka manje imali ingena kancane kanjani
Zamani>ei kona uqinisile yazi imali ayisangeni ngampela phela abantu babethenga kakhulu ku Samke ngoba eyi yellow bone and emikahle so ucabangani
Mxo>uSamke ngine sure uphumile manje esbhedlela and ululeme kuzomele simlande ebuyele espanini
Zamani>usushilo bru kdw kuzomele siqale siyophula uMzethi ikhanda ngenhlamvu
Mxo>usho kanje?
Zamani>yea bru ukuze sosebenza kamnandi skhululeke
Mxo>(edonse ifoni)wothi ngifonele amajita sivele simhlasele namhlanj ngobunyama vele uzobe engalindele lutho
Ejele
uGumede usefeke wazinikela emaphoyiseni lapho o Magolide sebededeliwe yize besase magcekeni asejele lapho bayambuka ubaba wabo eqhutshwa eyovalelwa usho uyakhala uGumede
Gumede>bafana bami ngyafisa ngelinye ilanga nithole ukungixolela enhlizweni zenu(lisho liyamqhuba iphoyisa)
Iphoyisa>hamba sboshwa uyohlala nabanjengawe
Gumede>bafana bami noma ngabe ngifela la ngaphakathi nisize niwunakekele loyomuzi wako Qwabe nemfuyo yami nezimonto uma nenzenjalo igama lami liyohlezi liphila emhlabeni and lowo muzi ifuyo izimonto sekuyokwenu mnje nikunakekele(ekhala)
[bemqhube uGumede eze eyosithela besuke o Aphiwe behambe sebephuma bethi befika ngaphandle kwesango ngenhlanhla kanti u Gumede ubefike ngomonto yakhe enzela bona masebephuma]
Aphiwe>hawu bafo lendoda ifike nangemonto sanenhlanhla bo
Magolide>(ehleke kancane)
[besho bengene kuyona befice nokhiye phaka ebe eyidumisa u Aphiwe]
Aphiwe>ai wozoyithatha wena Magolide bafo ngeke ngikhone ukushayela indlela engikhathele ngayo
[esho eyithathe uMagolide eyishaye ishosholoze ize iyongena endaweni yase makhuya]
Aphiwe>bafo ngicela ungidilize la ngisafuna ukuzi wokhela ngonyawo bebone nabantu ukuthi sbuyile mnje
Magolide>oryt bafo(ebreka)
[maqede edilike u Aphiwe]
Magolide>usuyongifica ekhayake bafo(esuke ngemonto)
[eziwokhele kancane nje u Aphiwe ngonyawo esafuna ukushawa umoya wangakubo]
Aphiwe>sbonge nj ngoba ubaba ukwazile ukuzovuma icala lakhe
[ehambe ehambe ethi mayefika ngaphasi kwesinye isihlahla nj esinomthunzi obukeka umnandi ebone intombazane enhle empofu emikahle futhi ilele eyekuyo eyivuse kanti u Samke]
Aphiwe>sawubona sisi wami ngu Aphiwe igama
Samke>mina ngu Samke
Next On..✍
Like Plz🗣
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
