Islilo sothando (IBhokisi) story part 19 by : magolide

 


Islilo sothando (IBhokisi) story part 19 by : magolide

Islilo sothando (IBhokisi) story part 19 by : magolide 

😭ISlilo soThando😭

     ⚰[IBhokisi]⚰

P19

Prev.On


MaShange>sekwenzenjani manje futhi lapho Monde


[ephuthume ekameleni naye]


Monde>ngicela ungisize sizame ukumqaqa ngokushesha usaphefumula


[besho bemqaqe uSamke bethi beqeda kumqaqa nje eshaye uMaShange ngempama ku Samke]


MaShange>usigilani kdw wena ngane yini lento oyenzayo(ethetha)

Monde>kodw yini ngampela lento oyenzayo sisi wami ungizwiselani ubuhlungu?(ekhala)


Samke>(ekhohlela)ungixolele sisi wami omncane angikwazi ukuphila kanje nami sengikhathele ukuhlezi ngizwa inhlungu kanj akusangifanele ukuphola(ekhale)


MaShange>(edideke ukuthi kwenzekalani kulelikhaya)nikhuluma ngani vele?


Samke>mama uMaShange mihla namalanga mina ngihlezi ngiqhuma igazi ngaphansi ngikhathele manje


MaShange>liphumaphi engqu..(ezibanbe)ngizokusiza mina mntanami kunenyanga engizokusa kuyona


Samke>kodwa ma ngeke sikhone ukuyikhokhela thina leyonyanga nawe uyazi ikati lilele eziko lapha ekhaya


MaShange>khululekani ngizoyikhokhela mina akwazi phela ukufa ingane zomnganami ngikhona


[bethi besaxoxa bebone nge ambulance isisegcekeni bephuthume kuyo befike bechaze ukuthi kwenzekeni ku MaDludlu maqede imthathe ihambe naye i ambulance]


MaShange>gezake Samke siphuthune ku Mfene(esho inyanga)


Samke>kulungile ma 


[washo waphuthuma wayogeza uSamke lapho ugeza nj amanzi asebevu enziwa ileligazi eliloko liconsa kuye waqede wayogqola lapho uMaShange akasayanga nokuya kwakhe]


Samke>ai sengilungile mina mama


MaShange>asithi ukulinda kancane kunemonto engiyiqashile izozosilanda la coz angifuni sgibele amatekisi sloko sbukwa abantu


Samke>kulungile ma


[ethi uhlala phasi ibe iqhamuka imonto]


MaShange>ungabisahlala phasi nayi imonto ifika asambe


[beyophuma]


MaShange>Nomonde..(embiza)

Monde>yebo mah(esabela)


MaShange>njoba sihamba nj ngicela uziphathe kahle 


Monde>kuyezwakala mama uMaShange ngiyathembisa ngizoziphatha kahle


[beqhubeke behambe beyongena emontweni oMaShange ibe isuka imonto ihambe nabo esale yedwa uMonde kubo]


Monde>ngyaqala ukuthwala kanzima kanje empilweni yami(ekhuluma yedwa)


[entanta indlu yonke eshona emakaneleni ephume]


Monde>konje yina engingayenza ukuze ngizothi ukukhohlwa ngalento eyenzeke namuhla coz mangiqhuma ngihleli ngedwa kanj ei


[ezibuza eziphendula]


Monde>oky wothi ngishone emfuleni hlezi ngizofica uMagolide wm ngikwazi ukuxoxa naye


[esho ethathe ibhakede eqonde emfuleni uNomonde ethi efika ebekhelela maqede ehlale elinde uMagolide]


Monde>uthi useza nj kdw njoba engakaqhamuki namanje nj 

              for next episode press here 

To see the rest of the story, visit our telegram channel here

Comments



×