Islilo sothando (IBhokisi) story part 18 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P18
Prev.On
Monde>yebo uyaphila kdw sisi wami(emhage futhi)
Samke>yea akufani ngyacenga wena unjani
Monde>ngryt nami ngaze ngajabula kdw sisi wami ukubuya kwakho asingeneni sihlale phasi khona ngizoniphakela
[besho bengene behlale phasi]
Samke>ma wami(evele ekhale)ngicela ungixolele ngokukuphoxa namhlanje angizazi nokuthi ngubani ngalendlela zami zobumnyama
MaDludlu>hhayi namhlanje mntanami ngicela skhulume ngakhe ngelinye ilanga namhlanj usuku lokuthi sjabule ukuthi unkulunkulu ukwazile ukuthi ephinde esihlanganise
Samke>ma akusizi ukulibalekela loludaba ngicela silikhulume lidlule yize kungelula sikhohlwe
Monde>ai wothi ngyophaka mina(ebaleka)aingangami le(esholo phasi)
[esuke ehanbe eyekhishini]
MaDludlu>Samke mntanami ngyohlezi ngingumzali wakho ngikuthanda futhi mangisuke ngikukhuza ngisuke ngibona ukuthi indlela osuke uyithatha isuke izokulimaza
Samke>ngyakuzwa ma wami khona engifisa ukukutshela kona..
MaDludlu>khuluma kungabe yini leyo ofisa ukuyisho
Samke>ngicela ungithembise ukuthi ngeke ungihlulele phambi kwasisi wami(ekhale)
MaDludlu>khuluma ufuna ukuthini kimi Samke?
Samke>ma ngalala nomuntu ongasekho
MaDludlu>thana uyadlala
Samke>kuliqiniso mama(ekhala)ngalala nespoki ngicathi yikho okuyimbangela yaloko okuhlezi kwenzeka kimi njoba ngihlezi nj ngiqhuma igazi nj kimi kwesingezansi
MaDludlu>(ephufumulele phezulu)ngicela amanzi ngikhelele amanzi
[uthi esathi uyasukuma uSamke uyokha amanzi wavele wawa phasi uMaDludlu]
Samke>Monde phuthuma namanzi(ememeza)
[eqhamuke esegijima uNomondende]
Monde>aibo kwenzenjani Samke uryt?
Samke>umama uvele wawa phasi ngicela uthathe ifoni yami sfonele i ambulance
[washo wayithatha uMonde wabuya wayinika uSamke wabefonela i ambulance uthe engakaqedi nokukhuluma naye kwabe kuconsa igazi kuye ngaphasi wabuka uMonde emehlweni]
Monde>yinda ayayithola kdw i ambulance
[uthe ebheka phasi wabona igazi lehla ngemilenze ku Samke wathuka kakhulu uMonde]
Monde>aibo sisi wami uryt kdw?
Samke>yea ngizoba ryt phuthuma ku mama uMaShange uyocelela umama uncedo ngizomgada mina
Monde>kulungile(ephuma ngejubane)
[kwazise vele uMaShange ungumakhelwane wabo]
kaMaShange
Monde>(engabisabingelela)Mama uMaShange ngicela uzongisiza umama usenkingeni
[basuka ngamajubane nomaShange bathe befika nj wamemeza uSamke uMonde]
Monde>sisi wami ukuphi?(kuthi nya
[wahamba wayombeka ekameleni mayefika wafica intambo ilenga esezilengisile uSamke]
Monde>siza MaShange!
Next On.⚰
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
