Islilo sothando (IBhokisi) story part 17 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P17
Kuka Gumede lapho kuhlezi khona uMagolide no Aphiwe begona umawabo bekhala yize umawabo eseshoni kungene uGumede ehambe cula yedwa kwazise uthe ukubuthinta ethi engena nj uMagolide esukume emhluthule ngesibhakela maqede eshone endlini yakhe uMagolide ebuye ne sbhamu ezodubula ubaba wakhe ekhuze u Aphiwe
Aphiwe>bafo ungayenzi leyonto ngoba ngelinye ilanga iyokulandela impilo yakho yonke(ekhala)
Magolide>bafo musa ukungikhuza ngiyekele ngibulale lenja ngilungise izwe(ekhala)
Aphiwe>bafo umhlaba uzozilungisela wona kungekudala wonke lamadoda abulala abesifazane
[ebuyisele isbhamu enqulwini uMagolide ekhala miii]
Gumede>kwenzakalani bafana bami(sekuqala ukudamuka utshwala)
Aphiwe>Gumede sungaze umbulale kabuhlungu kanje umawethu ngenxa yeskhwele esibhedayo
Gumede>ai bafana bami akusimi owenze loko[ekhala]
[maqede esondele kuyena umkakhe embamba]
Gumede>ungixolele MaZwane mkami angazi bengingenwe yini ngivumele imizwa idlale ngami ngagcina sengiphuza nephuzo engazithinti yizo ezingenzise konke loku
Magolide>udakiwe wena uzosukela utshwala
[washo wasondela kuye wabengxoba wamlekelela no mfowabo bamgxoba naye waze wavuza igazi ubuso bonke uGumede]
Gumede>bafana bami manibona kuyiyo indlela ezonenza nizizwe nikhululekile ukungibulala kulungile ngibulalelani vele kungifanele ukujeza ngesenzo sami
Aphiwe>vele ufanelwe ukufa wena nja
[besho bemgxobe kuze kungene uMaZulu ongumakhelwane wabo ezwa umsindo efice beshaya ubaba wabo wabona no MaZwane edindilize phasi waphumela emnyango wamemeza]
MaZulu>lekelelani bo nazi izingane ziqeda abazali bazo
[kwafika abantu kwagcwala ka Gumede babanjwa oMagolide kwafonelwa amaphoyi kanya ne ambulance athe efika amaphoyisa bafike bawachazela ukuthi oMagolide ababulele umama wabo baphinde bathi bese bethi babulala nobaba wabo lapho bahlulwa nawukukhuluma oMagolide no mfowabo basho sebegcwele negazi asho abathatha amaphoyisa ahamba nabo ne ambulance yathatha uGumede yamphuthumisa esbhedlela kwafika nemonto ethatha indumbu yathatha uMaZwane yahamba naye]
MaZulu>kwavalwa kanjaloke ngehlahla kaGumede ngoba phela akubuzwa uGumede ngek esinde kanti labafana bazoboshwa u dilikajele
[exoxa nomphakathi]
KaSbiya😭
uNomonde uhlezi yedwa loko elinde umama wakhe ohambe ngayizolo eya esibhedlela uthe ebona wabengena umawakh ehamba no Samke
MaDludlu>nqo nqo(enokha ngenjabula)
[eqalazi uMonde ebabone]
Monde>hawe ma nangu u sis wami(sukume eyomhaga)
Samke>Hlw sthandwa sam
Next on..⚰
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
